Texty

[Verse 1]
Baba ng'cel' usiz' ukhanyise ng'bon' indlela
Ngiyaduka Baba ang'fiki langiyakhona
Baba ng'cel' usiz' ukhanyise ng'bon' indlela
Ngiyaduka Baba ang'fiki langiyakhona
[Verse 2]
Ngabe yini le'ngaka mina le'ngiyonileyo
Bab' indlela zami ziyaduka
Ngabe yini le'ngaka mina le'ngiyonileyo
Bab' indlela zami ziyaduka
[Verse 3]
Abanye bayangishiya bayawela
Ngab' eyami imithandazo ayifiki kuwe Baba
Akukho kimi okulungayo ng'yaduka
Bab' indlela zami ziyaduka
Abanye bayangishiya bayawela
Ngab' eyami imithandazo ayifiki kuwe Baba
Akukho kimi okulungayo ng'yaduka
Bab' indlela zami ziyaduka
[Verse 4]
Baba phendula, phendula ngiyathandaza
Baba phendula, phendula ngiyathandaza
Baba phendula, phendula ngiyathandaza
Baba phendula, phendula ngiyathandaza
[Verse 5]
Umkhuleko wami
Usuk' ekujuleni, kwenhliziyo yami
Ngicel' ungizwe Baba
Ngicel' ungizwe Baba ai
Amaphupho ami akafezeke
Amaphupho ami akafezeke
Ngicel' ungizwe Baba ai
Ngicel' ungizwe Baba
[Verse 6]
Oh yeah Baba phendula, phendula ngiyathandaza
Baba phendula, phendula ngiyathandaza
Baba phendula phendula ngiyathandaza
Baba phendula phendula ngiyathandaza
[Verse 7]
Idolo phansi, izandl' emoyeni aah
Ngi-strong plus ngiphusha
Noma ngibhajw' ekhoneni
Kodwa Mdali ngicel' uphendul' imikhuleko yam
Umthwal' uyang'sinda
Kodwa Mdali ngicel' uphendul' imikhuleko yam
Ng'yazi uzong'siza
[Verse 8]
(Baba phendula)
Ung'bona nginje namuhl' umthandazo
Ung'bona nginje namuhl' umkhuleko
(Baba phendula)
Awu ng'yakholelw' usazong'mangaza
Uleth' umcebo nempumelelo
[Verse 9]
Baba phendula, phendula ngiyathandaza
Baba phendula, phendula ngiyathandaza
Baba phendula, phendula ngiyathandaza
Baba phendula, phendula ngiyathandaza
Written by: Mthokozi Khathi, Sfanele Zulu, Thuthuka Zindlovu, Viggy Qwabe, Virginia Qwabe
instagramSharePathic_arrow_out

Loading...