Μουσικό βίντεο

Μουσικό βίντεο

Στίχοι

Ngangabona ukuthi ng'lose iweight
Ngangabona ukuthi ng'lose iweight
Mara uyangibona ukuthi ngilose iweight
Sengiyashisa wena uyasala
Ngangabona ukuthi ng'lose iweight
Ngangabona ukuthi ng'lose iweight
Mara uyangibona ukuthi ngilose iweight
Sengiyancipha sengiyashisa
Yeah
Ntwana ngiyancipha
Ngiloser amakilo
Izinto ziya shintsha
Ngishintsha amagear
Ang'sena fear
Seng'icavalier
Iweight iyehlile
Futha exit
Inzondo ay'safithi
Iskhwele asisafithi
Impilo legit
No desperation
Condemination
Iphume ngewindow
I face the music
Kukhal'idisco
Itrend ibullish
Akuna amaswing lows
Silalela uSisqo
Amaphupho synchro
Zijikile izinto
Umona wakho ukuvalela izinto
Ipsyche yakho ukuvalela izinto
Ngibas'idimoni njengo Kimbo
Leonardo Dicaprio no more limbo
Angisena'skhathi saboBimbo
Yeah
Ngangabona ukuthi ng'lose iweight
Ngangabona ukuthi ng'lose iweight
Mara uyangibona ukuthi ngilose iweight
Sengiyashisa wena uyasala
Ngangabona ukuthi ng'lose iweight
Ngangabona ukuthi ng'lose iweight
Mara uyangibona ukuthi ngilose iweight
Sengiyancipha sengiyashisa
Yekela ukusaba,vuka lova
Xola mama uzothola amandla
Wokuyenza izaka
Val'iscabha kulabangane
Bayathakatha
lahla uDelilah uyathakatha
Isgebengu so thando uzoku khawatha
Umthwalo wakho uyakusinda ntwana
Iskhathi siyahamba funda ntwana
Uzothetha amacala kuzekufikenini
Uzobamba inhliziyo kuzekufikenini
Impilo ntwana ak'siyona ifiction
Dropa leweight icause ifriction
Shintsh'icolor yekela ukucluster
Inqondo ntwana
Isikhathi soku phanda
Khaba le weight njengo Van Damme
Bese uskim'imali ntwana
Ngangabona ukuthi ng'lose iweight
Ngangabona ukuthi ng'lose iweight
Mara uyangibona ukuthi ngilose iweight
Sengiyashisa wena uyasala
Ngangabona ukuthi ng'lose iweight
Ngangabona ukuthi ng'lose iweight
Mara uyangibona ukuthi ngilose iweight
Sengiyancipha sengiyashisa
Hosh
Sesiyabangena ntwana yam'
(Bangene baba)
Mfanakithi
Mus'ukuthwala izinto ongamele
Uy'thwale mfwethu uyabona leyonto
Ukhuluphele njenga manje
Ngoba udla inzondo amaqubu
Yonke lelwabish
Kuyinqubavanga ngaphakade nje
Uyabona ukungathetheleli
Ah mfana
uyazikhawada straight
Ngoba isiphosakho asikwazi
Ukusebanza endawini engcolile
Ngiyazi inqondo idlala ngawe
Njenga manje nje
Kudlal'imovie yabantu abakusonele
Namaphutha wakho nje
Shintsha ichannel bafo
Thata iremote ushintshe ichannel
Njenga manje
An idea ifana nembhewu
It needs a clean mind ukukhula
Uyangizwa
You need to clear your mind of
All negativity so that ama ideas
Can come and grow enqondweni yakho
Uyangizwa
Bakhona abanye abantu ekumele
Ba phume empilweni yakho nje
Beberight for leso'skhathi leso
Uyabona
Mara abanye abantu ngeke ungene
Nabo eKanana lakho
Ngoba
Bazobayiscefe umabangangena nawe
Bayazi khakhulu ngawe nje
Bacabanga ukuthi bayayazi ipotential
Yakho
So bazoku discourager umakumele
Uyenze izinto ey'thusayo nje
uyay'thola
Kuyasinda umthwalo uyasinda baba
Uyawuzwa
Ubamb'amagrudge kugcwele yonk'into
Mfana ziyasinda lezinto mfana
Xola mama xola baba
Sekuyenzekile
Khohlwa ngetruama yakho
Iyenzekile kuyenzekile
Ndlula
Forgive yourself ubhedile
Nalaba abakubhedele
Ba abantu njengawe
Uyabona
Babhedile nabo
Ba xolele baba ,uyephambili
Uyay'thola
Ngangabona ukuthi ng'lose iweight
Ngangabona ukuthi ng'lose iweight
Mara uyangibona ukuthi ngilose iweight
Sengiyashisa wena uyasala
Ngangabona ukuthi ng'lose iweight
Ngangabona ukuthi ng'lose iweight
Mara uyangibona ukuthi ngilose iweight
Sengiyancipha sengiyashisa
instagramSharePathic_arrow_out

Loading...