Credits

PERFORMING ARTISTS
Andile KaMajola
Andile KaMajola
Lead Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Andile KaMajola
Andile KaMajola
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
Andile KaMajola
Andile KaMajola
Producer
Percy Ingle
Percy Ingle
Producer
Mzwakhe Myeni
Mzwakhe Myeni
Producer

Lyrics

Nginobufakazi ngo Nkulunkulu engihamba naye
Kuze kube namhlanje nanoma niyangibona
Ngumusa wakhe
 
Nanoma niyangibona
Angazi ngiphila kanjani
Nami angazi ngiphunyuke kanjani
 
Nanoma niyangibona
Umusa wakhe
Nami angazi ngiphunyuke kanjani
Namanje ngisamangele
Nanoma niyangibona
Umusa wakhe
Nami angazi ngiphunyuke kanjani
Namanje ngisamangele
Uma ngibuka imigodi engidlule kuyo
Ngibuka izintaba namahlathi engidlule kuwo
Nami angazi ngidlule kanjani
Ngifikelwa izinyembezi
Isitha sasiza njengamagagasi
Kodwa uJehova waphakamisa izimvu
Ngayibona ngidlula ngayibona ngidlula
Angazi ngidlule kanjani
Nanoma niyangibona
Umusa wakhe
Nami angazi ngiphunyuke kanjani
Namanje ngisamangele
 
Nanoma niyangibona
Umusa ka Smakade Jesu
Nami angazi ngiphunyuke kanjani
Namanje ngisamangele
Impela oh Lord uIsrael
Akazeli akalali
Uyasiholela odendweni lokunqoba
Ukholekile othembisayo
Ngimbonile emini intsika yemvu
Ngimbonile ebusuku intsika yomlilo
Ngakubona ungidlulisa olwandle olubomvu
Waqeda ngezitha zami emva kwami
 
Nanoma niyangibona
Umusa wakhe
Nami angazi ngiphunyuke kanjani
Namanje ngisamangele
 
Esbhedlela angazi ngiphume kanjani
Nami angazi ngiphunyuke kanjani
Kuma drips umzimba wonke
Namanje ngisamangele
 
Enhlamvini zeyibhamu ziphambana
Nami angazi ngiphunyuke kanjani
Phezulu kwekhanda lami
Namanje ngisamangele
 
Engozini zeyimoto sekuthiwa kuphelile angazi angazi
Nami angazi ngiphunyuke kanjani
Sebethi intandane
Namanje ngisamangele
 
Angeke ikhule ibe ulutho
Nami angazi ngiphunyuke kanjani
Namhlanje ihleli namakhosi angazi
Namanje ngisamangele
Hallelujah Jesus
Written by: Andile KaMajola
instagramSharePathic_arrow_out

Loading...