Music Video

Music Video

Credits

PERFORMING ARTISTS
Makwa
Makwa
Performer
Max Ellipsis
Max Ellipsis
Performer
Aymos
Aymos
Performer
Aubrey Qwana
Aubrey Qwana
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Max Ellipsis
Max Ellipsis
Songwriter
Aubrey Qwana
Aubrey Qwana
Songwriter
Tumelo Sam Mabe
Tumelo Sam Mabe
Composer
Eric Tendai Ndedondwe
Eric Tendai Ndedondwe
Composer
Amos Shili
Amos Shili
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
Tumelo Sam Mabe
Tumelo Sam Mabe
Producer
Eric Tendai Ndedondwe
Eric Tendai Ndedondwe
Producer

Lyrics

Intombi ayifun' umuntu ongasebenzi
Intomi ifun' umuntu ofakh' imali njalo
Tshel' omalume baleth' inkomo
Tshel' omalume baleth umay'fohloza
Sphalaphala wembokodo
Thanda the way uz'phethe ngakhona
Ngemali, mali, mali
Kube k'ya ngam kube ngiyak'shada
Shota ngemali, mali, mali
Kube k'ya ngam kube ngiyak'thatha
Abazali bakho bazongixolela
Hau ngoba mina yoh
Ngiyak'thanda maan
Abazali bakho bazongixolela
Ngoba mina yoh
Ngiyak'thanda maan
Noma kanjan
Weh darli wami
Ngizokuthatha ngiyise ekhaya
Ngikwazise kwabazali bami
Weh
Intombi ayifun' umuntu ongasebenzi
Intomi ifun' umuntu ofakh' imali njalo
Tshel' omalume baleth' inkomo
Tshel' omalume lento iyafohloza
Sphalaphala wembokodo
Thand' the way uz'phethe ngakhona
Ngemali, mali, mali
Kube k'ya ngam kube ngiyak'shada
Shota ngemali, mali, mali
Kube k'ya ngami kube ngiyak'thatha
Ngiyasaba iskwelethi, ngicel' ukhokha ngelay-bye
Ngizoyifaka njalo, iziphelele yonke
Hai ngoba ubuhle bendoda kusenkomeni zakhe
Ah weh mama uthando luyabiza
Kodwa imali ayisabekhi
Uthando luyabiza kodwa imali ayisabekhi
Cel' ithogho ngiyolobol' isthoko
Kahle kahle ukuphi na, ngifun'ulobola makuphel' inyanga
Kanti mali ukuphi na, ngifun'ulobola makuphel' inyanga
Tshel' omalume baleth' inkomo
Tshel' omalume baleth umay'fohloza
Sphalaphala wembokodo
Ngithanda the way uz'phethe ngakhona
Tshel' omalume baleth' inkomo
Tshel' omalume baleth umay'fohloza
Sphalaphala wembokodo
Ngithanda the way uz'phethe ngakhona
Written by: Amos Shili, Aubrey Nqwana, Eric Tendai Ndedondwe, Max Ellipsis, Tumelo Sam Mabe
instagramSharePathic_arrow_out

Loading...