Credits
PERFORMING ARTISTS
Intabayasedubai
Performer
Lindokuhle Msomi
Lead Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Kgosithebe Solomon Mahumapelo
Songwriter
Lindokuhle Msomi
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
Kgosithebe Solomon Mahumapelo
Producer
Siyabonga Christopher Mkhize
Producer
Bafana Makudulela
Producer
Sakhile Manqele
Producer
Lyrics
[Verse 1]
Baba nomama wami
Aningiyekeleni
Ngoba ngiyamthanda
Baba nomama wami
Aningiyekeleni
Ngoba ngiyamthanda
Baba nomama wami (Ohha)
Aningiyekeleni (Ohha)
Ngoba ngiyamthanda (Ngiyamthanda ngazikhethela)
Baba nomama wami Ohha)
Aningiyekeleni (Ohha)
Ngoba ngiyamthanda (Ngiyamthanda ngazikhethela)
Ngoba Ngiyamthanda (Ohha)
Ngoba Ngiyamthanda (Ohha)
Ngoba ngiyamthanda (Ngiyamthanda ngazikhethela)
Ngoba Ngiyamthanda (Ohha)
Ngoba Ngiyamthanda (Ohha)
Ngoba Ngiyamthanda (Ohha)
Ngoba ngiyamthanda (Ngiyamthanda ngazikhethela)
[Verse 2]
Bazali bami ningxolele nami angizenzi
Nami ngilawulwa inhliziyo ikhalisa isginci ngidansele yona
Baba nomama wami njengoba nani nangizala nibabili
Ngicela ningipheni ithuba owami umuzi ngizakhele wona
Engingakusho ngimthandile
Kulomzuzwana ngimazile
Nhliziyo yami uyithathile
Nhliziyo yami isikhulumile
Ithi, umathandana wami lona
Umathandana wami lona
Umathandana wami
Umathandana wami
Baba nomama wami
Aningiyekeleni
Ngoba ngiyamthanda
Baba nomama wami
Aningiyekeleni
Ngoba ngiyamthanda.
Baba nomama wami (Ohha)
Aningiyekeleni (Ohha)
Ngoba ngiyamthanda (Ngiyamthanda ngazikhethela)
Baba nomama wami (Ohha)
Aningiyekeleni (Ohha)
Ngoba ngiyamthanda (Ngiyamthanda ngazikhethela)
Ngoba Ngiyamthanda (Ohha)
Ngoba Ngiyamthanda (Ohha)
Ngoba ngiyamthanda (Ngiyamthanda ngazikhethela)
Ngoba Ngiyamthanda (Ohha)
Ngoba Ngiyamthanda (Ohha)
Ngoba ngiyamthanda (Ngiyamthanda ngazikhethela)
[Verse 3]
Ngathi sengyabona sewgijima lonke igceke
Sengihambe ngbakhomba ngithi naba bafweth baphakele ma
Lapho iynkomo seyphumile zonke usuwumakoti wasekhaya ngoksemthethweni
Sebek'thele ngenyongo manje sfuna istep sasemshadweni
Esithi umathandana wami lona
Umathandana wam
Umathandana wami lona
Umathandana wami
Umathandana wami lona
Umathandana wami
[Verse 4]
Baba nomama wami
Aningiyekeleni
Ngoba ngiyamthanda
Baba nomama wami
Aningiyekeleni
Ngoba ngiyamthanda
Baba nomama wami (Ohha)
Aningiyekeleni (Ohha)
Ngoba ngiyamthanda (Ngiyamthanda ngazikhethela)
Baba nomama wami Ohha)
Aningiyekeleni (Ohha)
Ngoba ngiyamthanda (Ngiyamthanda ngazikhethela)
Ngoba Ngiyamthanda (Ohha)
Ngoba Ngiyamthanda (Ohha)
Ngoba ngiyamthanda (Ngiyamthanda ngazikhethela)
Ngoba Ngiyamthanda (Ohha)
Ngoba Ngiyamthanda (Ohha)
Ngoba ngiyamthanda (Ngiyamthanda ngazikhethela)
(Ohha)
(Ohha)
(Ngiyamthanda ngazikhethela)
(Ohha)
(Ohha)
(Ngiyamthanda ngazikhethela)
Written by: Kgosithebe Solomon Mahumapelo, Lindokuhle Msomi

