Credits
COMPOSITION & LYRICS
Mnotho Sibiya
Songwriter
Lyrics
Njalo mang'qala kuk'bona
Mina ngachazeka
Wenza 'mizwa Yami igxume phansi naphezulu
Ngisemazwulini
Ung'thinta ngaphakathi kimi
Ngenza ng'vuse mizwa
Ngenza ng'vuse mizwa
Imizwa iyang'lawula
Imizwa iyang'lawul aaah
Imizwa iyang'lawula
Mizwa Yang'lawula
mangik'bona duze kwami
Imizwa iyang'lawula
Yang'lawula, Yang'lawula
Yang'lawula
Mina nawe forever
Ngithanda wena mababeza
I will die for you
I will ride for you
Mina I wanna take you out tonight
Me I wanna spend my money on You, On you
Thandolwethu ngifuna likhule
Uthando lwethu
Lwenza 'nqondo Yami izule, zule
Wenzi nqondo Yami zule
Imizwa iyang'lawula
Imizwa iyang'lawul aaah
Imizwa iyang'lawula
Mizwa Yang'lawula
Mangik'bona duze kwami
Imizwa iyang'lawula
Yang'lawula, Yang'lawula
Written by: Mnotho Sibiya