Music Video

Music Video

Credits

PERFORMING ARTISTS
Dj Melzi
Dj Melzi
Performer
Mkeyz
Mkeyz
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Mandlakayise Mogomotsi
Mandlakayise Mogomotsi
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
Dj Melzi
Dj Melzi
Producer

Lyrics

Wesizwe ngicela ningiboleke indlebe
angiyothatha side isikhathi umzuzwana nje
webantu ngicela ukuxoxisana nani
angiyothatha side isikhathi umzuzwana nie
ngabe ngempela ngempela nikhohliwe ningobani
okanye nisukaphi
Aibo sizwe vukani
nishiye lomkhuba
wobuvila nobugwala phansi
ngikhuluma nawe mntasekhaya
obefuna ukufeza amaphupho kusengayenzeka
ngikhuluma nawe mntasekhaya
obefuna ukutshitsha isimo sasekhaya kusengayenzeka
Ngoba kungekho okwenzeka ngosuku olulodwa
kuyosiza ukuthi uzame uzame
njengabantu abafuna ukufeza izifiso zenhliziyo njengama sotsha siyofela empini
Sizovuka kusasa futhi sizame Sizovuka kusasa siphinde sizame Sizovuka kusasa futhi sizame Sizovuka kusasa siphinde sizame
Ngoba kungekho okwenzeka ngosuku olulodwa
Sizovuka kusasa futhi sizame Sizovuka kusasa siphinde sizame Sizovuka kusasa futhi sizame Sizovuka kusasa siphinde sizame
Sizovuka kusasa futhi sizame Sizovuka kusasa siphinde sizame Sizovuka kusasa futhi sizame Sizovuka kusasa siphinde sizame
Sizovuka kusasa futhi sizame Sizovuka kusasa siphinde sizame Sizovuka kusasa futhi sizame Sizovuka kusasa siphinde sizame
Sizovuka kusasa futhi sizame Sizovuka kusasa siphinde sizame Sizovuka kusasa futhi sizame Sizovuka kusasa siphinde sizame
Wesizwe ngicela ningiboleke indlebe
angiyothatha side isikhathi umzuzwana nje
webantu ngicela ukuxoxisana nani
angiyothatha side isikhathi umzuzwana nie
ngabe ngempela ngempela nikhohliwe ningobani
okanye nisukaphi Aibo sizwe vukani
nishiye lomkhuba
wobuvila nobugwala phansi
ngikhuluma nawe mntasekhaya
obefuna ukufeza amaphupho kusengayenzeka
ngikhuluma nawe mntasekhaya
obefuna ukutshitsha isimo sasekhaya kusengayenzeka
Ngoba kungekho okwenzeka ngosuku olulodwa
kuyosiza ukuthi uzame uzame
njengabantu abafuna ukufeza izifiso zenhliziyo
Sizovuka kusasa futhi sizame Sizovuka kusasa siphinde sizame Sizovuka kusasa futhi sizame Sizovuka kusasa siphinde sizame
Sizovuka kusasa futhi sizame Sizovuka kusasa siphinde sizame Sizovuka kusasa futhi sizame Sizovuka kusasa siphinde sizame
Sizovuka kusasa futhi sizame Sizovuka kusasa siphinde sizame Sizovuka kusasa futhi sizame Sizovuka kusasa siphinde sizame
Sizovuka kusasa futhi sizame Sizovuka kusasa siphinde sizame Sizovuka kusasa futhi sizame Sizovuka kusasa siphinde sizame
Written by: Mandlakayise Mogomotsi
instagramSharePathic_arrow_out

Loading...