Music Video

Music Video

Credits

PERFORMING ARTISTS
Eric Bophela
Eric Bophela
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Eric Bophela
Eric Bophela
Composer

Lyrics

Ay we mfowethu, ngzoknika konke,
Mana ngqale ngfonele ekhaya ngbabonge
Mana ngqale ngbatshele ngbathanda bonke
Yazi lemoto oythathayo angkaqedi nok'kha
Ay we mfowethu, ngzoknika konke,
Mana ngqale ngfonele ekhaya ngbabonge
Mana ngqale ngbatshele ngbathanda bonke
Yazi lemoto oythathayo angkaqedi nok'kha
Hello ma, ninjani ekhaya?
Hlambe ngeke ngsanibona.
Bantu banomona bafun' izinto zami
Bang' khombe ngesbham'
Bafun' impilo yami, nembeza abanawo
Mangifa namhlanje we ma, ungakhali kakhulu we ma
Ngzokmela la ngyakhona, ngzokhonza nakuy' ubaba
Ungigadele abantwana bami we mama
Ubatshele nghamb' okweskhashana.
Ay we mfowethu, ngzoknika konke,
Mana ngqale ngfonele ekhaya ngbabonge
Mana ngqale ngbatshele ngbathanda bonke
Yazi lemoto oythathayo angkaqedi nok'kha
Ay we mfowethu, ngzoknika konke,
Mana ngqale ngfonele ekhaya ngbabonge
Mana ngqale ngbatshele ngbathanda bonke
Yazi lemoto oythathayo angkaqedi nok'kha
Ngcel' ukbonga kuwe ma ngokungeseka
Nom' impilo yami isingaphela
Mama ngbonga nokungibonisa indlela
Noma ngkhula ubung'khulisa ngokthembeka
Wonke amasonto ubungithatha syesontweni
Uthi ng'lungselel indlela yam ekfeni
Sekungficile ukuhlwa
Sekung'ngamel ukufa
Ay we mfowethu xola mfowethu mina nginomndeni ekhaya.
Ay we mfowethu, ngzoknika konke,
Mana ngqale ngfonele ekhaya ngbabonge
Mana ngqale ngbatshele ngbathanda bonke
Yazi lemoto oythathayo angkaqedi nok'kha
Ay we mfowethu, ngzoknika konke,
Mana ngqale ngfonele ekhaya ngbabonge
Mana ngqale ngbatshele ngbathanda bonke
Yazi lemoto oythathayo angkaqedi nok'kha
Ay we mfowethu awbeke phansi isbhamu sxoxe
Ngamane uthath imoto uthath imali uhambe
Kodwa amandl endoda ngek' Uwaqede
Hamb umhlaba ngeke uwqede
Nyembezi Zami az'weli phansi
Ziwela phansi zbang udaka, liyobisha wena wenkabi
Ulbambe lingashoni la uyakhona
Ngoba lashona ngiyozfikela iythonto.
Ay we mfowethu, ngzoknika konke,
Mana ngqale ngfonele ekhaya ngbabonge
Mana ngqale ngbatshele ngbathanda bonke
Yazi lemoto oythathayo angkaqedi nok'kha
Written by: Eric Bophela
instagramSharePathic_arrow_out

Loading...