Lyrics
[Intro]
Kanti ungenzani wena?
Seng'hlala ng'vuma
Noma ngilele ng'vuke
Kuyefana nje akunamehluko
[Verse 1]
Ungenzani wena?
Seng'hlala ng'vuma
Noma ngilele ng'vuke
Kuyefana nje akunamehluko
[Verse 2]
Aweeee
Aweeee
Aweeee
Kuyefana nje akunamehluko
[Verse 3]
Aweeee
Aweeee
Aweeee
Kuyefana nje akunamehluko
[Verse 4]
Ungenzani wena?
Seng'hlala ng'vuma
Noma ngilele ng'vuke
Kuyefana nje akunamehluko
[Verse 5]
Ungenzani wena?
Seng'hlala ng'vuma
Noma ngilele ng'vuke
Kuyefana nje akunamehluko
[Verse 6]
Uhlezi ulele kweyami imicabango
Ekuseni, emini nantambama
Ngangithi uthando olusha lento izondlula
Akunamehluko
[Verse 7]
Usiba lubhala luyiphothule incwadi
Kodwa angeke likusho okungaphakathi
Wena uyisihluthulelo esingivulela iminyango
Akunamehluko
[Verse 8]
Hhey ngimane nje ngiyabuza, ukuthi ungenzeni na?
Wena uyababazeka, isbhamu impela, Izulu lezandla
Ex yakho yageja, mhla ihlukana nawe
Bathi ngiphetheni esandleni?
Ngiphethe wena, ungiphethe kahle
[Verse 9]
Mangikukhumbule
Ngithuka ngipholisa amanzi abandayo
Mangikukhumbule wena, akunamehluko
Mangikukhumbule
Ngithuka ngipholisa amanzi abandayo
Mangikukhumbule wena, akunamehluko
[Verse 10]
Kanti ungenzani wena?
Seng'hlala ng'vuma
Noma ngilele ng'vuke
Kuyefana nje akunamehluko
[Verse 11]
Ungenzani wena?
Seng'hlala ng'vuma
Noma ngilele ng'vuke
Kuyefana nje akunamehluko
[Verse 12]
Ngoba noma sengizithola ebumnyameni
Inhliziyo ithumela izithombe zakho kwanqondo
Ijulise konke, ngithambe ngikhohlwe nezay'zolo
[Verse 13]
Wena ungenza ngivume njalo
Unamagama acaba amathambo omqondo
Ngivume ngingazwanga nento
Kanti bengikuqaphe ngelokhozi
Kwase kuba nguwena ohlwitha inhliziyo yami
Ngokuphazima kweso
[Outro]
Kuzwakala kulicala
Ukuthanda umuntu uze ulangazelele nezici zakhe ezisobala
Kepha Mina ngithanda wena
Nendlela owenza ngayo
Indlela obhimba ngayo
Mawuzama ukunginyakazela
Ngizokuthanda
Written by: Imacsoul, Nosipho Khuzwayo, maxwell baloyi