Paroles
I Promise I got you
I Promise
I Promise I got you
I Promise
Ngane yam'
ngiyak'bona usangikwatele namanje
Ngoba ubona iminyango ay'kavuleki namanje
Wazitshela ukuthi mina angina ndaba ngiyaku nyanya
Ngoba impilo Iyababa
Umoya wakho uyabanda
And busy ugcwele istrata ngoba ufuna lezaka
Walahla Iphupho emgqomeni wathi yonke insipho iyawasha
Bheka manje Ziyakhala
Wasted years of your life
Ngaku tshela mana wa hamba
Amatata ayabulala
Ngane yam'
Ngaku'tshela ukuthi phuma kulomfana
Ngatshela umdeni nabangane bak'xwayise
Mtwanam'
Bheka manje lomfana ukulimazile mtwanam'
Washiya islonda phakade
Impilo imuncu mtwanam'
Ngingakuyenzela elinye ithuba
Lokuvuka mtwanam'
Mawungangi lalela this time
Uzovuka emaqandeni
Unembeza yidlebezemoya mtwanam'
Ngaku thembisa ukuthi ngizoba nawe
All of your life
I Promise I got you
I Promise
I Promise I got you
I Promise
All of your life ngihlala ngikhona
Unembeza yimina
Life iskolo ungaphinde ulove
Ngiku dlulisa ebunzimeni
Ngoba you need to be strong
Mawunga pasa kahle isvivinyo
Ngizok'vulela iminyango
Uh
Yeka umona yekela udlame
Nabo abantwana bam'
Laba uhleba ngabo
Nabo abantwana bam'
Laba abakuyenzela inyongo
Ngizodealer nabo Ubestrong
Wena ubheke phambili
Izihlungu zalomhlaba zivunyelwa yimina
Nobumnandi balonhlaba buvunyelwa yimina
Lena icombo yakhona
Njenge langa nobusuku
Njenge impilo nokufa
Yekela ukukhononda ufunde
Beka ithemba kimi bese ubheke phambili
Yenza intando yami noma ungafuni
Uyangizwa
Mangithi jump wena uthi how high
Uyangizwa
Ngoba ngak'letha la emhlabeni to be great
Ntwanam'
I Promise I got you
I Promise
I Promise I got you
I Promise
Written by: Vuyo Simeon, Duncan Manyike

