गाने
[Verse 1]
Ngibuzile ngawe endaweni
Abantu bangitshela amanga ngawe
Ngibuzile ngawe endaweni
Abantu bangitshela amanga ngawe
Akuyi elibuyayo
Hamba uyozama nawe
Bathi akuyi elibuyayo
Hamba uyozama nawe
Hamba uyozama nawe
Hamba uyozama nawe
Akuyi elibuyayo
Hamba uyozama nawe
[Verse 2]
Ayikho inkomo yobuthongo
Hamba uyozama nawe
Ayikho inkomo yobuthongo
Hamba uyozama nawe
Phumela ngaphandle wena
Uyoqhukuluza
Phumela ngaphandle wena
Ayikho inkomo yobuthongo
Hamba uyozama nawe
Ngibuzile ngawe endaweni
Abantu bangitshela amanga ngawe
Ngibuzile ngawe endaweni
Abantu bangitshela amanga ngawe
Akuyi elibuyayo
Hamba uyozama nawe
Bathi akuyi elibuyayo
Hamba uyozama nawe
Hamba uyozama nawe
Hamba uyozama nawe
Akuyi elibuyayo
Hamba uyozama nawe
Hamba uyozama nawe
Written by: Andile Mbili, Mbongeni Variety Mavuso, Mpilwenhle Mazwi Shandu, Sandile Mbatha