Lagu Teratas Berdasarkan Mpume
Lagu Serupa
Dari
PERFORMING ARTISTS
Mpume
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Mbongeni Ngema
Songwriter
Lirik
We mnewethu woza ngikuxoxel indaba
Noma ngaz ukuthi lendaba awuyibuzanga
Uyabona yin ukuthi le ndab isizoxabanisa abantu
Ngikhathele mina ukuthula ngawe
Abanakwethu sebeganile mina ngphelel ekhaya
Nodadewethu bayangihleka bayangkolodela
(hayi soka lami) x4
We soka lami musa ukudlala ngami
Ngikhathele mina ukuthula ngawe
We soka lami aw mus ukudlala ngami
Ngikhathele mina ukuthula ngawe
Wath uzozishaya zonke ow mina nghlale ngilindile
We soka lami we sthandwa sami musa ukudlala ngami
Wath uzozishaya zonke aw mina nghlale ngilindile
We soka lam we sthandwa sami musa ukudlala ngami
Abanakwethu sebeganile mina ngphelel ekhaya
Nodadewethu bayangihleka bayangkolodela (hayi soka lami)
Wath uzozishaya zonke aw mina nghleli ngilindile
We soka lami we sthandwa sami musa ukudlala ngami
We soka lami aw hheyi soka lami
We soka lami musa ukudlala ngami
Abanakwethu sebeganile mina ngphelel ekhaya
Nodadewethu bayangihleka bayangkolodela
Writer(s): Israel Mbongeni Ngema
Lyrics powered by www.musixmatch.com