Lagu Teratas Berdasarkan Da Mabusa
Lirik
Slala B Production
Oh mama wami ngiyak'khumbula!
Ngikhumbula uthi kimi
Mtanami khula!
Ube yindondada!
Umhlaba uyahlaba! Umaz' umuntu
Ungashintshi ngelinye lama-langa
Yeh mina ngikhumbul' umama (umama owangizalayo)
Owangibeletha (umama owangibeletha)
Yeh mina ngikhumbul' umama! (Umama owangizalayo)
Owangibeletha (umama owangibeletha)
Mama! Mama ngiyak'khumbula (umama owangizalayo)
Owangibeletha (umama owangibeletha)
Mama! Mama ngiyak'khumbula (umama owangizalayo)
Owangibeletha (umama owangibeletha)
Oh mama wami inkumbulo izinikez' amandla
Oh angikhoni nokucabanga
Mangibhek' is'thombe sakho, kusuke kufike inyembezi emehlweni
Ngikhumbl' imfundiso zakho (umama owangizalayo)
Oh mama mawuthi mntanami umhlab' uyahlaba (umama owangibeletha)
Ungajiki (umama) oh
Ungashintshi (owangibeletha)
Ngikhumbul' izimfundiso zakho (umama owangibeletha)
Yeh mina ngikhumbul' umama (umama owangizalayo)
Owangibeletha (umama owangibeletha)
Yeh mina ngikhumbul' umama! (Umama owangizalayo)
Owangibeletha (umama owangibeletha
(Umama owangizalayo) owangibeletha
(Umama owangibeletha)
(Umama owangizalayo) owangibeletha
(Umama owangibeletha)
Writer(s): Bongani Dadaza, Johan Sithebe
Lyrics powered by www.musixmatch.com