Masiyeke (feat. Sjava)
130,673
Afro Soul
Masiyeke (feat. Sjava)は、アルバム『 』の一部として2022年2月25日に1020 CartelによりリリースされましたSipho - EP
最も人気過去7日
00:15 - 00:20
Masiyeke (feat. Sjava)は15 秒あたりで先週最も頻繁に発見された曲です
00:00
00:15
00:30
00:45
00:50
01:05
01:10
01:15
03:00
03:05
03:10
03:20
03:55
00:00
04:21
歌詞
[Verse 1]
Ngab'ung'thanda ngob'ung'thanda ngokweqiniso
Noma mhlampe uyangizwela?
Makunjalo, 'ngcono s'yeke
Ngoba angifuni kube sengathi ungenzela i-favour
[Verse 2]
Ngab'ung'thanda ngob'ung'thanda ngokweqiniso
Noma mhlampe uyangizwela?
Makunjalo, 'ngcono s'yeke
Ngoba angifuni kube sengathi ungenzela i-favour
[Verse 3]
Uyangincikisela, uyangibalisela, uyangincikisela
Uyangincikisela, uyangibalisela, uyangincikisela
[Verse 4]
Amehlo ami awafuni ukuyeka ukukhala
Umqondo uyabona kepha inhliziyo iqiniso iyalesaba
Ubambo ngolwakho,amavemvane aseyazenzela lana
Im'camelo ikhathele yizinyembezi, umphefumulo sewufisa ukungishiya
Kubo bonke angithi nawe usuyangijikela
Imizwa yami usuyahluleka ukuyivikela
Amaphupho ethu asephenduke izinganekwane, sekunokusukasukela
Unokungisukela
Impela ngeke sizwane mawuyiqhuba ngalendlela, ngeke kulunge
Nalendaba ngeke iphele kahle
Ngitshele uzizwa kanjani,izenzo zakho azenzi kahle
[Verse 5]
Ngab'ung'thanda ngob'ung'thanda ngokweqiniso
Noma mhlampe uyangizwela?
Makunjalo, 'ngcono s'yeke
Ngoba angifuni kube sengathi ungenzela i-favour
[Verse 6]
Uyangincikisela, uyangibalisela, uyangincikisela
Uyangincikisela, uyangibalisela, uyangincikisela
[Verse 7]
Amandla
Nginawo awokuk'nakekela
Im'phumela anginakweyisaba
Kepha asinakwefana
Wena njalo izinto uma sezilunga lento uyayilahla
Uyangimangaza
Mina njengesidomu sothando ngiyabambelela
Okwenja oyiyo, inhliziyo yami uyayisasazela
Uyangibambezela
Baningi, uthando lwami bangalufela
Wena ngamathe uyalufela
Ungixolele, nazi nezinyembezi sezikuthela
Angikaze ngicabange ukuthi izinto ziyoba nje impela
Uwena lo osungibukisa okwashung'gum ongenashukela?
Kahle kahle wawung'thanda ngokweqiniso noma wawudlala nje ungisukela
[Verse 8]
Ngab'ung'thanda ngob'ung'thanda ngokweqiniso
Noma mhlampe uyangizwela?
Makunjalo, 'ngcono s'yeke
Ngoba angifuni kube sengathi ungenzela i-favour
[Verse 9]
Uyangincikisela,uyangibalisela, uyangincikisela
Uyangincikisela,uyangibalisela, uyangincikisela
Written by: Jabulani Makhubo, Nosipho Khuzwayo

