ミュージックビデオ

ミュージックビデオ

クレジット

PERFORMING ARTISTS
Deborah Fraser
Deborah Fraser
Vocals
Big Zulu
Big Zulu
Rap
COMPOSITION & LYRICS
Deborah Fraser
Deborah Fraser
Composer
PRODUCTION & ENGINEERING
Deborah Fraser
Deborah Fraser
Producer
Lazarus Nyashanu
Lazarus Nyashanu
Producer

歌詞

[Intro]
Jehovah ngiyabonga
Kukho ongenzele khona
Heh ngangidakwa mina
Ngiyiphuzela mina
[Chorus]
Jehovah ngiyabonga
Kukho ongenzele khona
Heh ngangibhema mina
Ngiyirhuqel'insangu
[Chorus]
Jehovah ngiyabonga
Kukho ongenzele khona
Ngasengikhathel'ukuphila mina
Ngagijima namadod'onke mina
[Chorus]
Jehovah ngiyabonga
Kukho ongenzele khona
Ning'bona nje
Ngabalekelwa yindoda
[Verse 1]
Ayi, shuni wenkabi
Ayi shwele
[Verse 2]
Ayi, Baba ngiyakhuleka
Ngikhulekel'izono
Wen'uhlal'unathi
Kunzima Nomasonto
S'phelel'estradini
Asingen'endlini yesonto
[Verse 3]
Kodwa masicel'uxolo
S'guqa ngamadolo
Ashiperepe, kuth'angithandaze ngeyilimi
Nkosi yami kunzima
Ayikh'injabulo kimi
[Verse 4]
Ng'yazama ng'yahluleka
Asam'isbane as'cimi
Manzi nhlabathi shon'ipiki s'yakhuleka kini
[Verse 5]
Somandla kunzima
Mina sengphila ngepiki
Ngiyinkom'edla yodwa ngisho nomfazi wang'shiya
Utshwala buth'ang'qine iyidakamiswa zithi ang'phili
Ko-ko ng'yakokota
Bonke bayakhiya
[Verse 6]
Uthengisa ngomzimba
Hayi ngob'ethanda
Ikati l'lel'eziko
Uzam'ukuval' indlala
[Verse 7]
Ng'bong'okukhulu
Ng'bong'okuncane
Ng'bong'ukufihl' ikhanda
Siyawufaka siyawukhipha
Uhlangane nenyama
[Chorus]
Jehovah ngiyabonga
Kukho ongenzele khona
Heh ngangidakwa mina
Ngiyiphuzela mina
[Chorus]
Jehovah ngiyabonga
Kukho ongenzele khona
Heh ngangibhema mina
Ngiyirhuqel'insangu
[Chorus]
Jehovah ngiyabonga
Kukho ongenzele khona
Ngasengikhathel'ukuphila mina
Ngagijima namadod'onke mina
[Chorus]
Jehovah ngiyabonga
Kukho ongenzele khona
Ning'bona nje
Ngabalekelwa yindoda
Wabalek'udali
[Verse 8]
Baba awukh'ungqomo wokulahl'umuntu
Awumlahl'umuntu wakho Jehova
Ngibhekeni manje ngigeziwe
Ngoba ngakheth'uJesu njengoMsizi
[Verse 9]
Uthengisa ngomzimba
Hayi ngob'ethanda
Ikati l'lel'eziko
Uzam'ukuval' indlala
[Verse 10]
Ng'bong'okukhulu
Ng'bong'okuncane
Ng'bong'ukufihl' ikhanda
Siyawufaka siyawukhipha
Uhlangane nenyama
[Chorus]
Jehovah ngiyabonga
Kukho ongenzele khona
Heh ngangidakwa mina
Ngiyiphuzela mina
[Chorus]
Jehovah ngiyabonga
Kukho ongenzele khona
Heh ngangibhema mina
Ngiyirhuqel'insangu
[Chorus]
Jehovah ngiyabonga
Kukho ongenzele khona
Ngasengikhathel'ukuphila mina
Ngagijima namadod'onke mina
[Chorus]
Jehovah ngiyabonga
Kukho ongenzele khona
Ning'bona nje
Ngabalekelwa yindoda
Wabalek'udali
Written by: Deborah Fraser
instagramSharePathic_arrow_out

Loading...