歌詞

Bamnqanda uTholakele bamenza isibonelo
Zimunethile izinhlungu
Wabethelwa izenzo zakhe
Wafunda isifundo
Washintsha isihloko
Wathola amandla
Ilula lento
Kukhone impilo
Ngaphesheya komnqamlezo
Bathi bayamnqanda uTholakele
Kant' uzophunyuka bemuphethe
Khohliwe ukuthi empilweni
Umuntu uvuka ngokuwa
Manje uyakhuphuka
Manje uTholakele uyakhuphuka
Qhakaza kakhulu, a shining star
Nix tholakala but uzom'bona
Bam'biza ngo Bonakele
Bam'biza ngo Bonakele
Bam'biza ngo Bonakele
Bam'biza ngo Bonakele
Bam'biza ngo Bonakele
Bam'biza ngo Bonakele
Qhakaza kakhulu, a shining star
Nix tholakala but uzom'bona
Zixolele khumbula
Awsusoze waba msulwa
Khula phila ifa
Zixolele khumbula
Awsusoze waba msulwa
Khula phila ifa
Bathi bayamnqanda uTholakele
Kant' uzophunyuka bemuphethe
Khohliwe ukuthi empilweni
Umuntu uvuja ngokuwa
Manje uyakhuhuka
Manje uTholakele uyakhuphuka
Qhakaza kakhulu, a shining star
Nix tholakala but uzom'bona
Bam'biza ngo Bonakele
Bam'biza ngo Bonakele
Bam'biza ngo Bonakele
Bam'biza ngo Bonakele
Bam'biza ngo Bonakele
Bam'biza ngo Bonakele
Qhakaza kakhulu, a shining star
Nix tholakala but uzom'bona
Tholakele
Tholakele
Tholakele
Tholakele
Tholakele
Tholakele
Tholakele
Tholakele
Written by: Buyani Duma, Sanele Ngubane, Thuthuka Sibisi
instagramSharePathic_arrow_out

Loading...