歌詞

[Verse 1]
Umoya wami uyenyela ngezihlobo zami
Angithandi ngabakwethu nami
Umoya wami uyenyela ngezihlobo zami
Angithandi ngabakwethu nami
Wenhliziyo yami iyenyela ngezihlobo zami
Angithandi ngabafwethu nami
[Verse 2]
Uma uzothinta lona
Hawu lo nalona usuthinta mina ngeke ngivume
Mawuthinta lona
Hawu lo nalona usuthinta mina ngeke ngivume
Uma uzothinta lona nje
Hawu lo nalona usuthinta mina ngeke ngivume
[Verse 3]
Ngithi abafwethu labo
Zihlobo Zami
Inkosi impela angifuni nabo
Zihlobo Zami
Ngithi abafwethu labo
Zihlobo Zami
Inkosi impela angifuni ngabo
Zihlobo Zami
Yazi abafwethu labo
Zihlobo Zami
Inkosi impela angifuni ngabo
Zihlobo Zami
[Verse 4]
Ngithi uyambona lona
Uyambona lo nalo nalona zihlobo Zami
Ngithi uyambona lona
Uyambona lo nalo nalona zihlobo Zami
Ngithi uyambona lona
Hawu lo nalona abakithi engani zihlobo Zami
[Verse 5]
Ngithi uNtshebe lona
Isihlobo sami
Inkosi impela angifuni naye
Isihlobo sami
USomatekisi lona
Isihlobo sami
Inkosi impela angifuni ngaye
Isihlobo sami
Yazi uMshovi lona
Isihlobo sami
Inkosi impela angifuni naye
Isihlobo sami
Ngithi wuMzondo lona
Isihlobo sami
Inkosi impela angifuni naye
Isihlobo sami
Ngithi uShay'umfazi lona
Isihlobo sami
Inkosi impela angifuni ngaye
Isihlobo sami
[Verse 6]
Uma uzothinta lona nje
Hawu lo nalona usuthinta mina ngeke ngivume
Uyambona lo nalo nalona zihlobo Zami
Uma uzothinta lona
Hawu lo nalona usuthinta mina ngeke ngivume
[Verse 7]
Ungabadelela bonke uze ungamdeleli umfana ozalwa neyinsizwa
Ungabadelela bonke uze ungamdeleli umfana ozalwa neyinsizwa
Mawufuna ukushaya lomfana, ngcono uqale ushaye mina uzalo lwami lolu
Mawufuna ukushaya lomfana, ngcono uqale ushaye mina uzalo lwami lolu
[Verse 8]
Lomfana uzalwa neyinsizwa
Uzalwa neyinsizwa nsizwa nsizwa uzalwa neyinsizwa
Lomfana uzalwa neyinsizwa
Uzalwa neyinsizwa nsizwa nsizwa uzalwa neyinsizwa
Lomfana uzalwa neyinsizwa
Uzalwa neyinsizwa nsizwa nsizwa uzalwa neyinsizwa
[Verse 9]
Lomfana uzalwa neyinsizwa
Uzalwa neyinsizwa
Lomfana uzalwa neyinsizwa
Uzalwa neyinsizwa
Lomfana uzalwa neyinsizwa
Uzalwa neyinsizwa
Lomfana uzalwa neyinsizwa
Uzalwa neyinsizwa
[Verse 10]
Lomfana uzalwa neyinsizwa
Uzalwa neyinsizwa nsizwa nsizwa uzalwa neyinsizwa
Lomfana uzalwa neyinsizwa
Uzalwa neyinsizwa nsizwa nsizwa, uzalwa neyinsizwa
Lomfana uzalwa neyinsizwa
Uzalwa neyinsizwa nsizwa nsizwa uzalwa neyinsizwa
Written by: Mdumazi Mhlongo
instagramSharePathic_arrow_out

Loading...