Lyrics
[Verse 1]
Bathi indlela ubuzwa kwabaphambili
Kwabaphambili ngibuzile indlela
Bathi indlela ubuzwa kwabaphambili
Kwabaphambili ngibuzile indlela
Kodwa ngaqhubeka ngalimala
Kodwa ngaqhubeka ngalimala
Ngiyazi angenzanga kahle
Kepha ngiceli ithuba lokugcina
Mina ngiyazi angenzanga kahle
Kepha ngiceli ithuba lokugcina
Mina ngiyazi angenzanga kahle
Kepha ngiceli ithuba lokugcina
Oh anginakho okwaneleyo
Kepha ngiyathembisa
Ngizokunika qolo lwami
Anginakho okwaneleyo
Baba ngiceli ithuba lokugcina
No no no, no no no
No no no, no no no
No no no, no no no
No no no, no no no
[Verse 2]
Bathi indlela ubuzwa kwabaphambili
Kwabaphambili ngibuzile indlela
Bathi indlela ubuzwa kwabaphambili
Kwabaphambili ngibuzile indlela
Kodwa ngaqhubeka ngalimala
Kodwa ngaqhubeka ngalimala
Ngiyazi angenzanga kahle
Kepha ngiceli ithuba lokugcina
Mina ngiyazi angenzanga kahle
Kepha ngiceli ithuba lokugcina
Mina ngiyazi angenzanga kahle
Kepha ngiceli ithuba lokugcina
Woo oye woo oye
Woo oye woo oye
Woo oye woo oye
Woo oye woo oye
Ithuba lokugcina
Yebo ithuba lokugcina
Ithuba lokugcina
Yebo ithuba lokugcina
Woo oye woo oye
Yebo ithuba lokugcina
Woo oye woo oye
Yebo ithuba lokugcina
Anginakho okwanele
Kepha ngiyathembisa
Ngizokunika qolo lwami
Anginakho okwanele
Baba ngiceli ithuba lokugcina
No no no, no no no
No no no, no no no
No no no, no no no
No no no, no no no
No no no, no no no
No no no, no no no
No no no, no no no
Written by: Mr. Brown, Nomcebo Nkwanyana


