Music Video

Music Video

Lyrics

Kuyadabukisa ah ah
Okwenzekayo kulomhlaba esikuwo
Kuyadabukisa ah ah ah
Okwenzekayo kulomhlaba esikuwo
Izinyembezi zihlala zigcwele amahlo njalo nje
Unyaka nonyaka
Kuhlalwa kukhalwa
Abasezinhlungwini abaphole
Esingeke sisababona
Abalale ngoxolo
Zihlobo ezilahlekelwe
Akwehlanga olungehlanga
Kubuhlungu kuyadabukisa
Abasezinhlungwini abaphole
Esingeke sisababona
Abalale ngoxolo
Zihlobo ezilahlekelwe
Akwehlanga olungehlanga
Kubuhlungu kuyadabukisa (kubuhlungu kubuhlungu)
Kubuhlungu (kubuhlungu) buyadabukisa
Izinyembezi zihlala zigcwele amehlo njalo nje
Unyaka nonyaka
Kuhlala kukhalwa
Abasezinhlungwini abaphole
Esingeke sisababona abalale ngoxolo
Zihlob' ezilahlekelwe akwehlanga olungehlanga
Kubuhlungu kuyadabukisa
(Kubuhlungu)
Kubuhlungu (kubuhlungu) kuyadabukisa
(Kubuhlungu)
Kubuhlungu (kubuhlungu) kuyadabukisa
(Kubuhlungu)
Kubuhlungu (kubuhlungu) kuyadabukisa
Written by: David Masondo, Moses Ngwenya
instagramSharePathic_arrow_out

Loading...