Music Video

Music Video

Credits

PERFORMING ARTISTS
Sjava
Sjava
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Jabulani Makhubo
Jabulani Makhubo
Songwriter
Mfanafuthi Ruff Nkosi
Mfanafuthi Ruff Nkosi
Composer
Ruff
Ruff
Songwriter
Manyike
Manyike
Songwriter

Lyrics

Distance, distance don't mean a thing
Don't mean a thing, no
Noma ngabe ukude nami
Kodwa uyohlale ukhona enhliziyweni yami
Hayi ngiyazizonda lezontaba mama ezingisithela ulavi wami
Bekezela sithandwa sami kusele izinsuku ngizokubona maduze
Bekezela sithandwa sami kusele izinsuku ngizokubona maduze
Maduze, duze khawude uze ndikuphuze
Maduze, duze khawude uze ndikuphuze
Ngicela u'phathe kahle
Lapho ukhona dali nami ngiyo'phatha kahle
Hayi ukuthi angikwethembi
Ngiyazi izilingo dali 'hlale 'khona endleleni
Inkumbulo, inkumbulo ngiyazi dali uyafa inkumbulo
Ngicela uqaphele inkanuko
Inkanuko hayi umzwangedwa ubanga inkanuko
Mayefika amajongo
Uwatshele ukuthi wena uqome le KwaZulu
Mayefika ezoshela amajongo
'Th' uwatshele ukuthi wena uqome le KwaZulu
'Th' oh ntaba dilika
Ngibone isithandwa sami hayi uMaMubiza
Noma ngabe ukude kunami
Kodwa uyohlale ukhona enhliziyweni yami
Hayi ngiyazizonda lezontaba mama ezingisithela ulavi wami
Bekezela sithandwa sami kusele izinsuku ngizokubona maduze
Bekezela sithandwa sami kusele izinsuku ngizokubona maduze
Maduze, duze khawude uze ndikuphuze
Maduze, duze khawude uze ndikuphuze
Written by: Jabulani Makhubo, Mfanafuthi Ruff Nkosi, Ruff, Vuyo Manyike
instagramSharePathic_arrow_out

Loading...