Lyrics

Kuthi mangiwelele ngalena Ngijubalale ngiyobon' isthandwa sami Kuthi mangiwelele ngalena Ngijubalale ngiyobon' isthandwa sami Hlala nami, ngihlale nawe njalo Hlala nami, ngihlale nawe njalo Hlala nami, ngihlale nawe njalo Hlala nami, ngihlale nawe njalo Ngibuhlungu emoyeni wami Ngoba kuphelinyang mina ngingakuboni Inhliziy' ithi nco mangikubona We sthandwa Ithi dudlu ntombi yami Wesdudla saseThekwini Phela wen' wiythemba lami Uma kushon' ilanga Ngizojubalala Mina ngikuding' eduze kwami Kuthi mangiwelele ngalena Ngijubalale ngiyobon' isthandwa sami Kuthi mangiwelele ngalena Ngijubalale ngiyobon' isthandwa sami Hlala nami, ngihlale nawe njalo Hlala nami, ngihlale nawe njalo Hlala nami, ngihlale nawe njalo Hlala nami, ngihlale nawe njalo Uthando lwami alufani nolwabanye Ngiyacel' ungizwisise my love Ay ay ay Ingan' engakhali ifelembelweni Aw hlala name sthandwa sami Ziyadela lezontaba ezingisithela wena 'Nhliziyo yami ihla' ikhaka ngawe (ikhala ngawe) Ubuya nini dali wami we Ngihlale nawe (ngihlale nawe) Kuthi mangiwelele ngalena (ngiwelele ngalena we) Ngijubalale ngiyobon' isthandwa sami (ngiyobon' isthandwa sami) Kuthi mangiwelele ngalena (ngiwelele ngalena we) Ngijubalale ngiyobon' isthandwa sami (ah, ha ha) Hlala nami, ngihlale nawe njalo (hla name we) Hlala nami, ngihlale nawe njalo (hlala name njalo) Hlala nami, ngihlale nawe njalo (hlala name wen' uwe) Hlala nami, ngihlale nawe njalo (hlala name njalo ho)
Writer(s): Magcaba Ntokozo, Phelelani Sithole, Sandile Hlophe, Sanele Ngcobo, Mf Soundz, Mkhungo Melokuhle, Oluwaseyi Christian Akerele Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out