Music Video
Music Video
Credits
PERFORMING ARTISTS
Inkos'yamagcokama
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Scebi Dlamini
Lyrics
Lyrics
Ayi uke wabalaya dali
Wakhetha mina bethi uzongishiya
Yeyi uke wabalaya dali hehe ayii
Wakhetha mina bethi uzongilahla
Yeyi uke wabalaya dali ihhe
Wakhetha mina bethi uzongishiya
Kanti anikakaboni namanje?
(Wo min'udali uyangithanda)
Ukuthi udali ngowami?
(Uye wangikhetha kwabangcono kunami)
Bafwethu anikakaboni namanje?
(Wo min'udali uyangithanda)
Ukuthi udali ngowami?
(Uye wangikhetha kwabangcono kunami)
Bafwethu anikakaboni namanje?
(Wo min'udali uyangithanda)
Ukuthi udali ngowami?
(Uye wangikhetha kwabangcono kunami)
Kanti anikakaboni namanje?
(Wo min'udali uyangithanda)
Ukuthi udali ngowami
(Uye wangikhetha kwabangcono kunami)
Wakhetha mina bethi uzongishiya
(Woo ohhh woo)
Hho phel'udali ngowami
(Wangikhetha kwabangcono kunami)
Uye wakhetha mina bethi uzongilahla
(Woo ohhh woo)
Phel'udali ngowami
(Wangikhetha kwabangcono kunami)
Wakhetha mina bethi uzongishiya
(Woo ohhh woo)
Udali ngowami
(Wangikhetha kwabangcono kunami)
Hhawu hanti anikakaboni namanje?
(Wo min'udali uyangithanda)
Ukuthi udali ngowami?
(Uye wangikhetha kwabangcono kunami)
Bafwethu anikakaboni namanje?
(Wo min'udali uyangithanda)
Ukuthi udali ngowami?
(Uye wangikhetha kwabangcono kunami)
Bengi yini?
Ekhethe mina eningini?
Bengi yini?
Ekhethe mina nginjena?
Singadlala abantu bethi uthando ludinga iziqu
Singadlala abantu bethi uthando luding'ubuhle
Singadlala abantu bethi uthando ludinga iziqu
Singadlala abantu bethi uthando luding'ubuhle
Namhla nginje nje nje ngincumile
Namhla nginje nje nje impatho yakhe
Namhla nginje nje nje ngincumile
Namhla nginje nje nje impatho yakhe
Bengi yini (mina)?
Yiiiii, ayiii!
Hayeeee! Ji (Ji)!
Bafwethu uyangithand'umuntu wami
(Wo min'udali uyangithanda)
Wo nin'inkinga nidlal'umona
(Uye wangikhetha kwabangcono kunami)
Bafwethu uyangithand'umuntu wami
(Wo min'udali uyangithanda)
Wo nin'inkinga nidlal'umona
(Uye wangikhetha kwabangcono kunami)
Kanti anikakaboni namanje?
(Wo min'udali uyangithanda)
Ukuthi udali ngowami
(Uye wangikhetha kwabangcono kunami)
Bafwethu uyangithand'umuntu wami
(Wo min'udali uyangithanda)
Wo nin'inkinga nidlal'umona
(Uye wangikhetha kwabangcono kunami)
Wakhetha mina bethi uzongishiya
(Woo ohhh woo)
Udali ngowami
(Wangikhetha kwabangcono kunami)
Wakhetha mina bethi uzongishiya
(Woo ohhh woo)
(Wangikhetha kwabangcono kunami)
Wakhetha mina bethi uzongilahla
(Woo ohhh woo)
(Wangikhetha kwabangcono kunami)
Hhawu kanti anikakaboni namanje?
(Wo min'udali uyangithanda)
Ukuthi udali ngowami
(Uye wangikhetha kwabangcono kunami)
Bafwethu anikakaboni namanje?
(Wo min'udali uyangithanda)
Ukuthi udali ngowami?
(Uye wangikhetha kwabangcono kunami)
Wakhetha mina bethi uzongishiya
(Woo ohhh woo)
Hho phel'udali ngowami
(Wangikhetha kwabangcono kunami)
Uye wakhetha mina bethi uzongishiya
(Woo ohhh woo)
Phel'udali ngowami
(Wangikhetha kwabangcono kunami)
Uye wakhetha mina bethi uzongishiya
(Woo ohhh woo)
Udali ngowami
(Wangikhetha kwabangcono kunami)
Hhawu kanti anikakaboni namanje?
(Wo min'udali uyangithanda)
Ukuthi udali ngowami
(Uye wangikhetha kwabangcono kunami)
Bafwethu anikakaboni namanje?
(Wo min'udali uyangithanda)
Ukuthi udali ngowami?
Written by: Scebi Dlamini