Lyrics

Umusha, umusha, umusha, woo yena yena, Umusha, umusha, umusha, woo yena yena. Abantu bahamba, babaleka ilizwe lembeloko, bazula bazula bezula zonk'izizwe befuna injabulo. Ubaba wahamba, wavalek'ilizwi elandela umama, bazula bazula bezula zonk'izizwe befuna injabulo. Awubambelele yo izihlobo zohlangana, awubambelele lendlela inameva, awubambelele zingane zonhlangana, awubambelele lomhlaba uyahlaba, awuqine ithemba zobuyel'emuva njalo. Khumbul'ekhaya, ikhaya labazali yeh, khumbul'ekhaya mina, lona ilizwe lika Mugabe, ngikhumbul'ekhaya, khaya labazali, ngikhumbul'ekhaya mina lona ilizwe lase Zimbambwe.#hook# awubambelela yo izihlobo zohlangana, awubambelela lendlela inameva, awubambelela zingane zohlangana, awuqine ithemba Lomhlaba uyahlaba, awuqinisela uzobuyel'emuva njalo. Khumbul'ekhaya, ikhaya labazali yeh, khumbul'ekhaya mina, lona ilizwe lika Mugabe, ngikhumbul'ekhaya, khaya labazali, ngikhumbul'ekhaya mina lona ilizwe lase Zimbambwe.(
Writer(s): Sifiso Buthelezi, Mthabisi Mthae Sibanda Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out