album cover
Abafana
7,231
R&B/Soul
Abafana was released on April 30, 2021 by Content Connect Africa as a part of the album U ok Love? - EP
album cover
Release DateApril 30, 2021
LabelContent Connect Africa
Melodicness
Acousticness
Valence
Danceability
Energy
BPM89

Music Video

Music Video

Credits

PERFORMING ARTISTS
Nana Atta
Nana Atta
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Zwakale Mdletshe
Zwakale Mdletshe
Composer
Zakhele Madida
Zakhele Madida
Composer
Sinenhlanhla Mthembu
Sinenhlanhla Mthembu
Composer

Lyrics

[Verse 1]
Beng'hleli nawe ungena moto
(We mama bayabukis' abafana)
Wafik' eGoli was' ubon' abancono
(We mama bayabukis' abafana)
[Verse 2]
Beng'hleli nawe ungena lutho
(We mama bayabukis' abafana)
Wafik' eGoli wabon' abancono
(We mama bayabukis' abafana)
[Verse 3]
Nkulunkulu wam'
Beng'sacel' umuntu wam'
Ngoba akusi'ye lo
Lon' ung'bek' isandla
[Verse 4]
Ngithi Nkulunkulu wam'
Beng'sacel' umuntu wam', yeah yeah, yeah
Ngoba akusi'ye lona
Lon' ung'bek' isandla
[Verse 5]
Kodw' uzong' khumbula
M'hla yaphela imali
Babalek' abangani
Yey' uzong' khumbula, yeyi
Seng' khalel' isikhathi nothando lwam'
[Verse 6]
Beng'hleli nawe ungena moto
(We mama bayabukis' abafana)
Wafik' eGoli was' ubon' abancono
(We mama bayabukis' abafana)
[Verse 7]
Beng'hleli nawe ungena lutho
(We mama bayabukis' abafana)
Wafik' eGoli wabon' abancono
(We mama bayabukis' abafana)
[Verse 8]
Mina ngafa, ngafa
AmaDM wey' intomb' zakho
Bathi bangabafaz' bakho bonke
Wena sewubanjwa nalo, hamba nalo
(Lona nalona nalo)
Ujola nalo, kodw' uhleli nalona
[Verse 9]
Kodw' uzong' khumbula
M'hla yaphela imali
Babalek' abangani
Yeyi uzong' khumbula
Seng' khalel' isikhathi nothando lwam'
[Verse 10]
Beng'hleli nawe ungena moto
(We mama bayabukis' abafana)
Wafik' eGoli was' ubon' abancono
(We mama bayabukis' abafana)
[Verse 11]
Beng'hleli nawe ungena lutho
(We mama bayabukis' abafana)
Wafik' eGoli wabon' abancono
(We mama bayabukis' abafana)
[Verse 12]
Bayabukisa (Bukisa)
Bayabukisa (Bukisa)
(We mama bayabukis' abafana)
Bayabukisa (Bukisa)
Bayabukisa (Bukisa)
(We mama bayabukis' abafana)
Bayabukisa (Bukisa)
Oh bayabukisa (Bukisa)
(We mama bayabukis' abafana)
Oh bayabukisa (Bukisa)
Oh bayabukisa (Bukisa)
(We mama bayabukis' abafana)
Written by: Sinenhlanhla Mthembu, Zakhele Madida, Zwakale Mdletshe
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...