album cover
Ngiyeza
378,713
Afro-Pop
Ngiyeza was released on November 24, 2023 by Nkabi Records as a part of the album Imizwa
album cover
Most Popular
Past 7 Days
00:35 - 00:40
Ngiyeza was discovered most frequently at around 35 seconds into the song during the past week
00:00
00:20
00:30
00:40
00:55
01:00
01:05
01:10
01:25
01:40
01:45
01:50
02:15
02:25
02:50
03:10
03:30
03:35
04:15
04:20
00:00
04:41

Credits

PERFORMING ARTISTS
Lwah Ndlunkulu
Lwah Ndlunkulu
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Xolani Shabalala
Xolani Shabalala
Composer
Lwandile Mtshali
Lwandile Mtshali
Songwriter

Lyrics

[Intro]
Dali wen' ung'hambel' uMaweni
Ng'yeza ng'zohlala kini
Ngenxa yento engaphakathi kimi
Dali woah-oh
[Verse 1]
Woh khuluma, woh khuluma
Woh khuluma dali
Ngob' ufuna ng'zohlala kini
Dali woah-oh
[Verse 2]
Woh khuluma, woh khuluma
Woh khuluma dali
Ngob' ufuna ng'zohlala kini
Woah-oh, dali
[Verse 3]
Ngoba bath' uthando lukhona
Kodw' inkomo azikho
Aw' dali ng'yeza mina ng'zohlala kini
Oh ng'yeza ng'zohlala kini
Aw' dali mina ng'yeza ng'zohlala kini
Kodw' inkomo azikho
Aw' dali ng'yeza mina ng'zohlala kini
Aw' ng'yeza ng'zohlala kini
[Verse 4]
Noma bengathi ng'kipitile
Bekhulume kabi ngathi
Bethi ekhaya kithi mina ngizikhiphile
Aw weh, we soka lami
Wena hamba kwandongaziyaduma
Awuhambe uyosebenza
Khona uzobuya ukuxhumane nomalume
Aw weh weh
[Verse 5]
Bath' ekhaya, uyinkunzi yomgulukudu
Wena ukhonz' abobhululu
Omalume bathi kimi ngiyisphukuphuku
Aw' woah-oh
[Verse 6]
Dali wen' ung'hambel' uMaweni
Ng'yeza ng'zohlala kini
Ngenxa yento engaphakathi kimi
Dali woah-oh
[Verse 7]
Woh khuluma, woh khuluma
Woh khuluma dali
Ngob' ufuna ng'zohlala kini
Woah-oh, dali
[Verse 8]
Ngoba bath' uthando lukhona
Kodw' inkomo azikho
Aw' dali ng'yeza mina ng'zohlala kini
Oh ng'yeza ng'zohlala kini
Aw' dali mina ng'yeza ng'zohlala kini
Kodw' inkomo azikho
Aw' dali ng'yeza mina ng'zohlala kini
Aw' ng'yeza ng'zohlala kini
[Verse 9]
Themba lami likuwe
Thandolwethu lukhule
Mabekhuluma s'thule
Nezitha zis'hlule
S'thandwa uhamb' ubuye
[Verse 10]
Bathi uzoduka nezwe kanjani
Anibize uMaweni
Khona ezong'nik' ubheka mina ngedwa
Ngedwa bo
[Verse 11]
Dali wen' ung'hambel' uMaweni
Ng'yeza ng'zohlala kini
Ngenxa yento engaphakathi kimi
Dali woah-oh
[Verse 12]
Woh khuluma, woh khuluma
Woh khuluma dali
Ngob' ufuna ng'zohlala kini
Woah-oh, dali
[Outro]
Ngoba bath' uthando lukhona
Kodw' inkomo azikho
Aw' dali ng'yeza mina ng'zohlala kini
Oh ng'yeza ng'zohlala kini
Aw' dali mina ng'yeza ng'zohlala kini
Kodw' inkomo azikho
Aw' dali ng'yeza mina ng'zohlala kini
Aw' ng'yeza ng'zohlala kini
Aw' dali mina ng'yeza ng'zohlala kini
Written by: Lwandile Mtshali, Xolani Shabalala
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...