制作

出演艺人
Mduduzi
Mduduzi
表演者
作曲和作词
Mduduzi Ncube
Mduduzi Ncube
作词
Lazarus Nyashanu
Lazarus Nyashanu
作曲
Viggy Qwabe
Viggy Qwabe
作词
Virginia Qwabe
Virginia Qwabe
作词

歌词

Konke engikudingayo kuwe kuphelele
Uthando enginalo luhlula zonke lwandle
Imidlinza yenhliziyo yami ifuna wena (Ifuna wena wedwa)
Kanti nothando lwami uhlale lubusa ngawe (Ngifuna wena wedwa)
Mina ngeke ngikwaz ukuthanda omunye umuntu (Ngifuna wena wedwa)
Darling ngifuna wena kuphela akekho omunye (Ngifuna wena wedwa)
Sthandwa sami putsununu
Wena ulove wami putsununu
Sthandwa sami putsununu
Wena ulove wami putsununu
Konke engikudingayo kuwe kuphelele (Dingayo kuphelele)
Uthando enginalo luhlula zonke lwandle (Nginalo)
Sthandwa sami, yazi mawungekho eduze kwami ngiyaphambana
Ngoba uthando lwakho luhlala luhlezi njalo
Noma nini sthandwa ubusuku nemini oh yeah
Ngitshela abazondi babuka lesimo mina ngikhethe wena
Ngifune zitori uthando luyaphila xa useduze kwami
Darling wami ngiyakutshela loluthando olwamampela
Awuu, noma nini ngingakufela
Awuu, ngikuthanda okwamampela
Imidlinza yenhliziyo yami ifuna wena (Ifuna wena wedwa)
Kanti nothando lwani luhlale lubusa ngawe (Ngifuna wena wedwa)
Mina ngeke ngikwaz ukuthanda omunye umuntu (Ngifuna wena wedwa)
Darling ngifuna wena kuphela akekho omunge (Ngifuna wena wedwa)
Sthandwa sami putsununu
Wena ulove wami putsununu
Sthandwa sami putsununu
Wena ulove wami putsununu
Konke engikudingayo kuwe kuphelele (Dingayo kuphelele)
Uthando enginalo luhlula zonke lwandle (Dingayo)
Papa puni, my love is so big for you
You making my mind go spinning for you
You making my heart go pupupu
My love is really for you
Ungivale amenhlo angiboni omunye ngaphandle kwakho
Mami ngifuna wena wedwa
Ngifuna wena wedwa sthandwa
Ngifuna wena wedwa
Ngifuna wena wedwa
Imidlinza yenhliziyo yami ifuna wena (Ngifuna wena wedwa)
Kanti nothando lwani luhlale lubusa ngawe (Ngifuna wena wedwa)
Mina ngeke ngikwaz ukuthanda omunye umuntu (Ngifuna wena wedwa)
Darling ngifuna wena kuphela akekho omunye (Ngifuna wena wedwa)
Sthandwa sami putsununu
Wena ulove wami putsununu
Sthandwa sami putsununu
Wena ulove wami putsununu
Konke engikudingayo kuwe kuphelele (Dingayo phelele)
Uthando enginalo luhlula zonke lwandle (Nginalo)
Written by: Lazarus Nyashanu, Mduduzi Ncube, Viggy Qwabe, Virginia Qwabe
instagramSharePathic_arrow_out

Loading...