歌词
[Verse 1]
Ngile emazweni ngifuna lemali
Izingane ekhaya zisele nogogo
Bafuna imali, bafuna impilo
Bafuna imali, bafuna impilo
Nana thu u u ula
Umama uzobuya uyofuna imali
Nana thu u u ula
Umama uzobuya uyofuna imali
Ngile emazweni ngifuna lemali
Izingane ekhaya zisele nogogo
Bafuna imali, bafuna impilo
Bafuna imali, bafuna impilo
Nana thu u u ula
Umama uzobuya uyofuna imali
Nana thu u u ula
Umama uzobuya uyofuna imali
[Verse 2]
Uyofun' imali
Uyofun' imali
Uyofun' imali
Uyofun' imali
[Verse 3]
Mali, mali
Noma imali incinci
Ng'zophikelela kugogo wee...
Mali, mali
Z'yakhala intandane
Suvalekile umholo wii...
Mali, mali
Noma imali incinci
Ng'zophikelela kugogo wee...
Mali, mali
Z'yakhala intandane
Suvalekile umholo wii...
[Verse 4]
Ubona ngokusa mina
Ngivuka intatha ngizame imali
Ngithatha konke noma lingakanani inani
Zinkulu inkinga nehibe
Esengidlule kuzo
Noma kumnyama kunjani
Mina ngzophumelela
Ngile emazweni ngifuna lemali
Izingane ekhaya zisele nogogo
Bafuna imali, bafuna impilo
Bafuna imali, bafuna impilo
Nana thu u u ula
Umama uzobuya uyofuna imali
Nana thu u u ula
Umama uzobuya uyofuna imali
[Verse 5]
Uyofun' imali
Uyofun' imali
Uyofun' imali
Uyofun' imali
Written by: Nkazimulo Ngema, Nolwazi Nzama, Zwakele Sbonelo Mdletshe