歌词
Ehhh mamazana ntombi kaMwelase
ubozami ingqondo yokuhlala nami
njengamajuba wona engaxabani
ahlala ngokuzwana
uma uyizwa imiyalo yami
siyohlala njalo ngokwelulekana
njengamajuba wona engaxabani
ahlala ngokuzwana
uthando luyabonisana
kulabobantu abahlangane ngalo
lunesizathu eziluqedayo
luphele ngokushesha
Written by: Zenzele Israel Mchunu