制作

出演艺人
Zingah
Zingah
表演者
作曲和作词
Katlego Raphathelo
Katlego Raphathelo
作曲
Sithembiso Simelane
Sithembiso Simelane
词曲作者
制作和工程
Katlego Raphathelo
Katlego Raphathelo
制作人

歌词

Mina kade ngangithulele kwaku dlalwa ngami manje ngphenduke into engezwa mshini
Awungfisi (ngyaktshela stru nasi)
Uzolimala uma ungagadile wemfana
(Usasemncane)
Uzolimala uma ungadile wemfana
(Usasemncane)
Ngiy’ relaxele kodwa ungangnaki
Ungangnaki, ungangnaki, ungangnaki
Ngiy’ relaxele kodwa ungangnaki
Ungangnaki, ungangnaki, ungangnaki
Nkosi sengthembele kuwe unganglahli
Ngyazi kuwe izinto zizoba online
Phela umuntu ufuna ukphila iLong Life, oh my! (Long life)
Impilo aksiyo…
Mpilo aksiyo into yokdlala
Be my hero…
Be my hero in my life
Bebethi baqeda ngami buka manje ispilion sami sibenza one
intey’light
I’m back with another one, I’m taking another summer, benza sengathi abazi
Yea right
Gada, kwaphela abantu
Uma bengagadile bazofela amanga
Phela ngenza ama other
ngenza ama, bathi…ngenza ama…
ngenza ama otherrrr
Mina kade ngangithulele kwaku dlalwa ngami manje ngphenduke into engezwa mshini
Awungfisi (ngyaktshela stru nasi)
Uzolimala uma ungagadile wemfana
(Usasemncane)
Uzolimala uma ungadile wemfana
(Usasemncane)
Ngiy’ relaxele kodwa ungangnaki
Ungangnaki, ungangnaki, ungangnaki
Ngiy’ relaxele kodwa ungangnaki
Ungangnaki, ungangnaki, ungangnaki
Nkosi sengthembele kuwe unganglahli
Ngyazi kuwe izinto zizoba online
Phela umuntu ufuna ukphila iLong Life, oh my! (Long life)
Written by: Katlego Raphathelo, Sithembiso Simelane
instagramSharePathic_arrow_out

Loading...