album cover
EMINI
album cover
EMINI 由 Platoon 於 2024年9月27日發行,收錄於專輯《Book Of Wav》中
2024年9月27日
標籤Platoon
BPM119
旋律
原聲音質
Valence
節奏感
輕快

歌詞

Ungincumisile
Ngibuzwile ubhlungu phambi kwakho
Bengingazitsheli ukuthi ngiyoke mina
Ngihlangane nofana nawe.
Oh wena ungincumisile,
Wazilapha zonke ilonda zami
Ngazibona pha eceleni kwakho
Oh mina ngincumile.
Kwanele, kwanele
Kwanele, kwanele
Maningi amagama engingawasho.
Kwanele, kwanele
Maningi amagama engingawasho.
Kwanele, kwanele
Kwanele, kwanele
Maningi amagama engingawasho.
Kwanele, kwanele
Maningi amagama engingawasho.
Ilanga loshona emini
Loshona emini
Oh mina uma ngingachaza indlela engizizwa ngayo,
Indlela engizizwa ngayo.
Ilanga loshona emini
Lona loshona emini
Oh mina uma ngingachaza indlela engizizwa ngayo,
Indlela engizizwa ngayo.
Ungincumisile
Ngibuzwile ubhlungu phambi kwakho
Bengingazitsheli ukuthi ngiyoke mina
Ngihlangane nofana nawe.
Oh wena ungincumisile,
Wazilapha zonke ilonda zami
Ngazibona pha eceleni kwakho
Oh mina ngincumile.
Kwanele, kwanele
Kwanele, kwanele
Maningi amagama engingawasho.
Kwanele, kwanele
Maningi amagama engingawasho.
Kwanele, kwanele
Kwanele, kwanele
Maningi amagama engingawasho.
Kwanele, kwanele
Maningi amagama engingawasho.
Ilanga loshona emini
Loshona emini
Oh mina uma ngingachaza indlela engizizwa ngayo,
Indlela engizizwa ngayo.
Ilanga loshona emini
Lona loshona emini
Oh mina uma ngingachaza indlela engizizwa ngayo,
Indlela engizizwa ngayo.
Written by: Mpho Gift Mohlong, Simphiwe M. Nhlangulela
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...