Lyrics

Nkondlo ndlo ndlo. Nkondlo dlothoza dluthuza hluthuza vukuza vunguza. Nkondlo qopheka lobeka, ngihlambuluke uhlonze oluhluma ngaphakathi kimi, yeyi! Ngishiy'engalazi ngokaZulu! Yini lena? Umbongo wenkondlo kaZulu! OkaZul'umkikizo, OkaZul'umkikizo! OkaZul'umkikizo!! Wadllala pholoba wadlala pholoba insizwa yakwa Ngcobo Mebe bhala nge pensela Mina ngi bhala ngo zipho. Bathi nyuswa,qadi,ufuze umavela Umapholoba umashiya Amahle Ngi phuma Kwazulu lapho eliduma khona izulu Kwela Msholozi ubaba uZuma uNxamalala Phansi lena ezansi eNkandla Kwela Mthaniya Bayede Ndabezitha,Zulu kamalandela Zulu omnyama,Zulu uyasabeka Mina ngili bhinca lensizwa indoda egcabile Inkunzi malanga ijongo madoda. Angi phuzi coldrink ngiphuza umqombothi Iqatha lenhloko ngilidla nge Folk and knifes Umhluzu ngu phuze straw Ngingene emcimbini ngigqoke umqhele ne bheshu Iskhathi ngisibuka ku sphandla Ured carpet ngi nyathela nge mbadada Mina Ngiphuma Kwazulu Kwazulu Kwazulu Lihlezi liduma iiZulu Lihlezi liguqubele iZulu KwaZulu Lihlezi linetha izulu Mina ngihlala KwaZulu no Shaka Zulu Mina ngu Mzulu wakwa Zulu wakwa zulu Okhuluma isiZulu sakwa Zulu Mina ngu Mzulu wakwa Zulu wakwa zulu Okhuluma isiZulu sakwa Zulu Mina ngu Mzulu,Mina ngu Mzulu,Mina ngu Mzulu,Mina ngu Mzulu Hhayi Ngu Mzulu Hhayi ngu Mzulu,hhayi ngu Mzulu,hhayi ngu Mzulu, Okhuluma isiZulu,Sakwa Zulu,Sakwa Zulu,sakwa Zulu Sakwa zulu Hhai bo wemzansi Africa Ngihamba nensizwa ke la, Esuka phansi eNkandla Ezijibeni okhalweni. Umaphoba ke lona uqadi umashiya Amahle ngathi azoshumayela, Insizwa eginqa inkomo nge nqindi iphinde iyihlinze nge Razor, Mude mude s'bhamu sey'nyoni, Istimela eside ushosholoza meil. Intombi eGolu zithi uMaphops uDaddy D,Mr Double D2 Mangiy'vale nje ngithi sweet maswidi Uswidi wodwa dokotela kashukela Qishi umqabaqaba igqabi le viniger Hhaybo wena njalo,khuphuka lapho Seku late wena,khuphuka qadi Mina bafana Mina nge lusa,mina ngi nqwele Ngisakhula umalume wayesi qhatha nge nhlabathi Njenge mamba esem'mthina Ngangi vele ngibashaye emakhanda Ngithi ngqo ngqo ngqo ngqo mfana Mina ngidlela esitsheni sika baba okuzalayo Wena udlela esitsheni sika gogo mtu nanku umchamo Kwakukhala umaye maye maye maye Kuqhashe izintuli kusuke amaphepha Summer or winter mina ngi juluka ikhala Ufuzo lika baba waye nolaka UmZulu one nkani oshova ushuni wenkani Mina Ngiphuma Kwazulu Kwazulu Kwazulu Lihlezi liduma iiZulu Lihlezi liguqubele iZulu KwaZulu Lihlezi linetha izulu Mina ngihlala KwaZulu no Shaka Zulu Mina ngu Mzulu wakwa Zulu wakwa zulu Okhuluma isiZulu sakwa Zulu Mina ngu Mzulu wakwa Zulu wakwa zulu Okhuluma isiZulu sakwa Zulu Mina ngu Mzulu,Mina ngu Mzulu,Mina ngu Mzulu,Mina ngu Mzulu Hhayi Ngu Mzulu Hhayi ngu Mzulu,hhayi ngu Mzulu,hhayi ngu Mzulu, Okhuluma isiZulu,Sakwa Zulu,Sakwa Zulu,sakwa Zulu Sakwa zulu
Writer(s): Nkosingiphile Ngcobo Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out