Kredity
PERFORMING ARTISTS
Andile KaMajola
Lead Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Andile KaMajola
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
Andile KaMajola
Producer
Percy Ingle
Producer
Mzwakhe Myeni
Producer
Texty
(Ngidlulile, ngingenamyocu, kungashanga nonwel'olulodwa, ngihamba no Jehovah)
Ngidlulile, ngingenamyocu, kungashanga nonwel'olulodwa, halleluyah, hamba no Jehovah (Ngidlulile ngingenamyocu, kungashanga nonwel'olulodwa, ngihamba no Jehovah)
Bayibasile hawu imilil'endleleni, naw'uyazibuza, hawu awushanga ngani, ukuth'uhamba no Jehovah
Bazoyibasa imlil'endleleni, mntakababa, kodwa mawuhamba nezulu, ngeke ushe nonwel'olulodwa
Ngingenile, emlilweni Baba, ngaphuma ngingashanga, kungashanga nonwel'olulodwa ha (Ngingenile, emlilweni, ngaphuma kungashanga nonwele, ngihamba noJehovah)
Ngingenile, emlilweni Baba, hayi ngaphuma, ngaphuma, ah ngiyabonga (Ngingenile, emlilweni, ngaphuma kungashanga nonwele, ngihamba noJehovah)
Bazokuvalela ngalana, bakuhlanganyele, kodwa wena uhamba nezulu
Unguphunyuka bemphethe, uhamba nentsimbi edlezinye
Ngidlulile, emlilweni wenhlupheko, wadlul'emlilweni wenyembezi, ha ha ha ha ha (Ngidlulile ngingenamyocu, kungashanga nonwel'olulodwa, ngihamba no Jehovah)
Wadlul'emlilweni wamanga, wen'uhletshiwe, kodwa nanamhlanje usekhona, halleluyah, halleluyah (Ngidlulile ngingenamyocu, kungashanga nonwel'olulodwa, ngihamba no Jehovah)
Bakuhlanganyela, emlilweni Baba, uphum'ungashanga, ungashanga nenwele, halleluyah (Ngidlulile ngingenamyocu, kungashanga nonwel'olulodwa, ngihamba no Jehovah)
Ngingenile, emlilweni wenhlupheko, ngaphuma ngingashanga, nonwel'olulodwa (Ngingenile, emlilweni, ngaphuma kungashanga nonwele, ngihamba no Jehovah)
Ngingenile, emlilweni wenhlupheko, awu waphuma nawe, waphuma mntakababa, kungashanga nonwele (Ngingenile, emlilweni, ngaphuma kungashanga nonwele, ngihamba no Jehovah)
Emlilweni Baba, awu ngaphuma madoda, angizibongi mina, ngibong'izulu engihamba nalo, eeh (Ngingenile, emlilweni, ngaphuma kungashanga nonwele, ngihamba no Jehovah)
Ungu phunyuka bemphethe, ungenile, sebefungile bathi ngek'uphume, kodwa waphuma (Ngingenile, emlilweni, ngaphuma kungashanga nonwele, ngihamba no Jehovah)
Written by: Andile KaMajola