album cover
Memeza (feat. Sjava)
album cover
00:00
00:15
00:30
00:45
00:55
01:20
01:35
01:40
01:50
02:05
02:20
03:00
03:40
03:55
04:25
05:05
05:35
00:00
06:06
Posledních 7 dní
Skladba Memeza (feat. Sjava) byla v minulém týdnu nejčastěji objevena v segmentu okolo 30 sekundy od začátku.

Texty

[Verse 1]
Seng'ze ngasha nezwi
Ngimemeza ngimemeza
Kodwa akekho osabelayo
Seng'ze ngasha nezwi
Ngimemeza ngimemeza
Kodwa akekho osabelayo
Kodwa makumemeza bona hhayi
I'm always there when they need me (They need me)
They need me ngyasabela
Kodwa makumemeza bona hhayi
I'm always there when they need me (They need me)
They need me ngyasabela
[Verse 2]
Webafethu kanti yini eyanenza ningasabeli
Eyanenza ningasabeli mangkhala nami
Bengithi izandla ziyagezana eh
Ziyagezana
Bengithi izandla ziyagezana eh
Zyagezana
Woh kanti ng'namanga ng'namanga ng'namanga ng'namanga
Ng'yazikhohlisa
Woh kanti ng'namanga ng'namanga ng'namanga ng'namanga
Ng'yazikhohlisa mina
[Verse 3]
Ngamane ng'themb' itshe
K'nokuthi ng'thembe umuntu
Eh ngoba umuntu uzok'jikela es'wini
Njengo tshwala
Ngamane ng'themb' itshe
K'nokuthi ng'thembe umuntu
Eh ngoba umuntu uzok'jikela es'wini
Njengo tshwala
Aw ngoba izolo lokhu bafika kimi
Bebedinga usizo ngabanika
Kodwa mang'badinga ababonwa
Aw ngoba izolo lokhu bafika kimi
Bebedinga usizo ngabanika
Kodwa mang'badinga ababonwa
(Bashabalele)
[Verse 4]
Seng'ze ngasha nezwi
Ngimemeza ngimemeza
Kodwa akekho osabelayo
Seng'ze ngasha nezwi
Ngimemeza ngimemeza
Kodwa akekho osabelayo
Kodwa makumemeza bona hhayi
I'm always there when they need me (They need me)
They need me ngyasabela
Kodwa makumemeza bona hhayi
I'm always there when they need me (They need me)
They need me ngyasabela
[Verse 5]
Makuwuwe ng'khala nawe
Makuyimi ng'khala ngedwa
Makuwuwe ng'khala nawe
Makuyimi ng'khala ngedwa
Seng'qanjwe negama elisha
Umabizwa asabele
Hlala nami Nkosi
Seng'qanjwe negama elisha weh
Umabizwa asabele
Ngithi angi'lfuni
Namhlanje k'nje nje nje
Ingenxa yok'lunga kwami
I care too much
Namhlanje k'nje nje njena nje
Ingenxa yo'klunga kwami
I care too much
[Verse 6]
Seng'ze ngasha nezwi
Ngimemeza ngimemeza
Kodwa akekho osabelayo
Seng'ze ngasha nezwi ngimemeza
Ngimemeza kodwa akekho osabelayo
Kodwa makumemeza bona hhayi
I'm always there when they need me (They need me)
They need me ngyasabela
Kodwa makumemeza bona hhayi
I'm always there when they need me (They need me)
They need me ngyasabela
Written by: Jabulani Hadebe, Jabulani Sihle Makhubo, Ndumiso Siyabulela Mdletshe, Sakhile Manqele, Siphelele Mbongi Dunywa
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...