Hudební video

Hudební video

Kredity

PERFORMING ARTISTS
Inkos'yamagcokama
Inkos'yamagcokama
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Scebi Dlamini
Scebi Dlamini
Lyrics

Texty

Uxolo nkosazane ngisacela umelapho
Uxolo munt'omuhle bengisacela umelapho
Ngifuna uk'beka amabili amathathu amagama okweshela

Ngaphambi kokuba ngenze lokho beng'zocel' ukubuza
Ukuthi ang'funi ukushela umuntu womuntu
Ngaphambi kokuba ngenze lokho beng'zocel'ukubuza
Hhayi ang'funi ukushela umuntu womuntu
Ithini intoyakho kwezothando wamuhle
Ithini intoyakho kwezothando wamuhle
(Ithini into yakho kwezothando wamuhle boo)
Ithini into yakho kwezothando wamuhle

Ithini into yakho kwezothando uqome kwabani

Ithini into yakho kwezothando uyajola Nah

Ngoba nami angeke ngithande umuntu eshela intombi yami

Ngoba nami angeke ngithande umuntu eshela umkami

Ithini into yakho kwezothando uyajola nah
(Ithini into yakho kwezothando wamuhle)
Ithini into yakho kwezothando uqome kwabani
(Ithini into yakho kwezothando wamuhle)
Ithini into yakho kwezothando uqome kwabani
Written by: Scebi Dlamini
instagramSharePathic_arrow_out

Loading...