Texty

Hhayi Ngangimthanda lomuntu Thembalami, thembalami, thembalami, thembalami, thembalami Hhawuwa hho (Sayona) sayona, sayona Sasinent'enhle sayona (sayona, sayona) Sayona, sayona sasin'entenhle sayona thina Amaphutha ethu siyawabona, siyawabona Kodwa akusasizi ngoba impilo zethu zishitshile Amaphutha ethu siyawabona, siyawabona Kodwa akusasizi ngoba impilo zethu zishitshile Ngangikuthanda, ngikufela Ngangenza konke ukukuvikela Hhayi, ngikwenze konke, ngikunike konke Kodwa awunelanga, ngoba wangijikela Hhayi, kodwa akusa sizi, nawe akukusizi Sikomuny'umhlaba manje, impilo zethu zishitshile Hhayi, ngikufisela injabulo, nothando Hhayi, nempil'enhle dali wami Ey, sayona, sayona Sasinent'enhle sayona (sayona, sayona) Sayona, sayona sasin'entenhle sayona thina Amaphutha ethu siyawabona, siyawabona Kodwa akusasizi ngoba impilo zethu zishitshile Amaphutha ethu siyawabona, siyawabona Kodwa akusasizi ngoba impilo zethu zishitshile Mangingedwa ngifikelwa imibuzo Ukuthi wawukubona yini ukubaluleka kwami empilweni yakho? Okunye futhi njalo engihlale ngizibuza kona ukuthi Wawulibona yini ikusasa nami empilweni yakho? Kodwa akusasizi ngoba angeke, angeke siphinde sibuyele emuva Nalezo zimpendulo azisasizi ngoba angeke, angeke siphinde sibuyelane Sayona, sayona Sasinent'enhle sayona (sayona) Sayona, sayona sasin'entenhle sayona thina Amaphutha ethu siyawabona, siyawabona Kodwa akusasizi ngoba impilo zethu zishitshile Amaphutha ethu siyawabona, siyawabona Kodwa akusasizi ngoba impilo zethu zishitshile
Writer(s): Jabulani Hadebe, Siyabonga Nene, Xolani Shabalala Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out