Hudební video

Hudební video

Kredity

COMPOSITION & LYRICS
Mlungisi Blessing Ndlovu
Mlungisi Blessing Ndlovu
Songwriter

Texty

Usengithathile wangenza umuntu ebantwini

Seluphumile usuku ungithanda ngempela
(Phendula inhliziyo uyise layithanda khona)
Seluphumile usuku ungithanda ngempela
(Khulul' inhliziyo uyise layithanda khona)

Zijabhile (izitha zami)
Izitha (zazicabanga ukuthi lothando lwethu luyo phelela omoyeni)
Awu lophelela emoyeni (washa thu, usengowami, ngingumuntu womuntu)
Zijabhile (izitha zami)
Awu izitha (zazicabanga ukuthi lothando lwethu luyo phelela omoyeni)
Lona luyophelela omoyeni washa thu, usengowami, ngingumuntu womuntu)
Khulul' inhliziyo uyise layithanda khona
Babengigxeka abangani bami bethi angimale
Khulul' inhliziyo uyise layithanda khona
Babengigxeka abangani bami bethi angimale
Khulul' inhliziyo uyise layithanda khona
Zijabhile (izitha zami)
Awu izitha (zazicabanga ukuthi lothando lwethu luyo phelela omoyeni)
Lona lophelela emoyeni (washa thu, usengowami, ngingumuntu womuntu)

Lona luyophelela omoyeni (washa thu, usengowami, ngingumuntu womuntu)
Usengithathile wangenza umuntu ebantwini
Seluphumile usuku ungithanda ngempela
(Khulul' inhliziyo uyise layithanda khona)
Seluphumile usuku ungithanda ngempela
(Khulul' inhliziyo uyise layithanda khona)
Seluphumile usuku ungithanda ngempela
(Khulul' inhliziyo uyise layithanda khona)
Zijabhile (izitha zami)
Izitha zami (zazicabanga ukuthi lothando lwethu luyo phelela omoyeni)
Awu luyophelela emoyeni (washa thu, usengowami, ngingumuntu womuntu)
Zijabhile (izitha zami)
Awu izitha (zazicabanga ukuthi lothando lwethu luyo phelela omoyeni)
Lona luyophelela omoyeni (washa thu, usengowami, ngingumuntu womuntu)
Khulul' inhliziyo uyise layithanda khona
Babengigxeka abangani bami bethi angimale
Khulul' inhliziyo uyise layithanda khona
Babengigxeka abangani bami bethi angimale
Khulul' inhliziyo uyise layithanda khona
Zijabhile (izitha zami)
Awu izitha (zazicabanga ukuthi lothando lwethu luyo phelela omoyeni)
Lona lophelela emoyeni (washa thu, usengowami, ngingumuntu womuntu)
Zijabhile (izitha zami)
Awu izitha (zazicabanga ukuthi lothando lwethu luyo phelela omoyeni)
Lona lophelela emoyeni (washa thu, usengowami, ngingumuntu womuntu)
Written by: Mlungisi Blessing Ndlovu
instagramSharePathic_arrow_out

Loading...