Texty

Induku zethu zidlala nina magwala, ningaykhona na? Uyazi mina ngiyinkunzi ka Bhejane NginoPhond' olunye ekhanda ngokuhlaba mfana Induku zami zidlala nina magwala, ningaykhona na? Uyazi mina ngiyinkunzi ka Bhejane NginoPhond' olunye ekhanda ngokuhlaba mfana Wemfana musa ukulokh' ukhuluma kanje Musa uloke ukhuluma kanje Uyazi mina ngiyinkunzi ka Bhejane NginoPhond' olunye ekhanda ngokuhlaba mfana (Ungaykhona? aykhona yimi inkunzi ka Bhejane) (NginoPhondo olunye ekhanda) (Ngok'hlaba mfana ngiyoku pakamisela phezulu) Induku zethu zidlala nina magwala, ningaykhona na? (Ungaykhona? aykhona yimi inkunzi ka Bhejane) (NginoPhondo olunye ekhanda) (Ngok'hlaba mfana ngiyoku pakamisela phezulu) Induku zami zidlala nina magwala, ningaykhona na? (Ay khona, aykhona yimi inkunzi ka Bhejane) (NginoPhondo olunye ekhanda) (Ngok'hlaba mfana ngiyoku pakamisela phezulu) Wemfana musa ukulokh' ukhuluma kanje (ungaykhona) Musa ukulok' ukhuluma kanje (Ungaykhona? aykhona yimi inkunzi ka Bhejane) (NginoPhondo olunye ekhanda) Ngok'hlaba mfana ngiyoku pakamisela phezulu) Wemfana musa ukulokh' ukhuluma kanje (ungaykhona) Musa ukulok' ukhuluma kanje (Ungaykhona, aykhona yimi inkunzi ka Bhejane) (NginoPhondo olunye ekhanda) Ngok'hlaba mfana ngiyoku pakamisela phezulu) Zasha phela Phuzekhemisi, aw wayhlaba ngempela umfoka Majazana Khona phansi eMkhomazi langbuya khona Umful' engiwphuzayo, ngiphuz' uMakhoya Kade khona ka Dumisa Ngang'lokhu ngibatshela kancane bethi bayoyibamba iMamba Ngathi musani ukuy'dlokodla bafana ngoba izon'limaza, bhu! Hho bhasobha ungami ngenzansi uzolima nsizwa Isxhabhane lesesizayo sizakabi Hop! Whathi umfoka Mkhize maw'funa uk'qala umuntu ophuza utshwala Hho chitha utshwala bakhe, uyobona umhloloke Bhu! Induku zami zidlala nina magwala, ningaykhona na? Uyazi mina ngiyinkunzi ka Bhejane NginoPhond' olunye ekhanda ngokuhlaba mfana Induku zami zidlala nina magwala, ningaykhona na? Uyazi mina ngiyinkunzi ka Bhejane NginoPhond' olunye ekhanda ngokuhlaba mfana Wemfana musa ukulokh' ukhuluma kanje (ungaykhona?) Musa ukulok' ukhuluma kanje (Ungaykhona? aykhona yimi inkunzi ka Bhejane) (NginoPhondo olunye ekhanda) Ngok'hlaba mfana ngiyoku pakamisela phezulu) Wemfana musa ukulokh' ukhuluma kanje (ungaykhona?) Musa ukulok' ukhuluma kanje (Ungaykhona? Ungaykhona yimi inkunzi ka Bhejane) (NginoPhondo olunye ekhanda) Ngok'hlaba mfana ngiyoku pakamisela phezulu)
Writer(s): Zibokwakhe Johnstone Mnyandu Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out