Songtexte

Yeeahh huuh ooh Yeah heee Nhliziyo yami kunini ngikuncenga, Kodwa awu laleli Aksiy'owakho×2 Myekele Aksiy'owakho×2 Myekele Iqiniso ukuthi akangithandi, Iqiniso ukuthi udlala ngami. Ngisho izinto ezincane ebengazenzi, Ngisho izinto ezincane ebengazihluphi. Bengimenza iprofile pic yena engangenzi, Ngimposter njalo yena eyibukela nje, Ereacter ngolove makuposter abanye abafana, Kodwa makuposter mina anga like ngisho ukuliker. Nhliziyo yami kunini ngikuncenga, Namanje ngisakuncenga, Aksiy'owakho×2 Myekele Aksiy'owakho×2 Myekele Awufunde ukwamukela, Myekele aksiye owakho aksiye owakho myekele
Writer(s): Gift Nombela Siyanda Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out