Songtexte

Imalini imfene imalini imfene Imalini imfene imalini imfene Ungawuhamba umhlaba uwahambe amazwe isithesikhulu Umndeni ninomona ekhaya komama Ungawuhamba umhlaba uwahambe amazwe isithesikhulu Umndeni ninomona ekhaya kobaba Ungawuhamba umhlaba uqede amazwe isithesikhulu Umndeni ninomona ekhaya kobaba Uyawazi yini umndeni mana ngikuxoxele yini umndeni Umndeni abasekhaya komama abangafuni ukungibona ngiyaphambili Uyawazi yini umndeni mana ngikuxoxele yini umndeni Umndeni abasekhaya kobaba abangafuni ukungibona ngiyaphambili Uyawazi yini umndeni mana ngikuxoxele yini umndeni Umndeni abasekhaya komama abangafuni ukungibona ngiyaphambili Ungawuhamba umhlaba uwahambe amazwe isithesikhulu Umndeni ninomona ekhaya komama Kunenkunzi emnyama nkunzemnyama elokhu ivala intozami Kunenkunzi emnyama nkunzemnyama elokhu ivala intozam Kunenkunzi emnyama nkunzemnyama elokhu ivala intozami Kunenkunzi emnyama nkunzemnyama elokhu ivala intozami Zishokanjalo ezikamaphathefika ngengoma yakhe ushukela abahlala bewugxeka Mihla namalanga imini nobusuku kodwa Kuze kube nanamhlanje abalithinti itiye elingenashukela Ujuqu sbindi sengwenya usgwinya mkhonto njengedelakufa unyawo zengane ziyadela Ngoba ziyayinyathela intokanina kuye kwamemeza umlungisi umfoka Shongwe no Philisiwe Umtaka Shabalala bathi ukuba kuthiwa igama lobukhosi aliphuphile Ngalendela ngabe sikubiza ngenkosi manje ngabe siyakuphuphisa Ukulahleka kwesoka kubuzwa ezintombini ukulahleka kwesishimane kubuzwa Komakhelwane ubhala mabhalane uze ubhalele nabhayizayo Ubabhalele edolweni yimi owakho Jss Ngiyaphila lapho Uyawazi yini umndeni mana ngikuxoxele yini umndeni... Umndeni abasekhaya komama Imalini imfene Kunenkunzi emnyama Imalini imfene Kunenkunzi emnyama Imalini imfene Kunenkunzi emnyama Imalini imfene Kunenkunzi emnyama Ungawuhamba umhlaba uwahambe amazwe isithesikhulu Umndeni ninomona ekhaya kobaba Kunenkunzi emnyama Kunenkunzi emnyama Kunzemnyama elokhu ivala intozami Kunenkunzi emnyama Kunenkunzi emnyama Kunenkunzi emnyama Nkunzemnyama elokhu ivala intozami
Writer(s): Mpilo Seluleko Nkosi Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out