Musikvideo

Vorgestellt in

Credits

PERFORMING ARTISTS
Big Zulu
Big Zulu
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Edward Gobizembe
Edward Gobizembe
Composer
Siyabonga Nene
Siyabonga Nene
Lyrics

Songtexte

Angnabazali Eshe Mina ngichwane lenyoka eshe (ang'nabazali ngintandane) Mina ngiyinkabi edla yodwa (ang'nabazali ngintandane) (Ang'nabani ngintandane) Ngang' no mano baba mina Ng'khumbul' uma no baba mina hhey Ngang' no mano baba mina (ngang' no mano baba mina) Ng'khumbul' uma no baba mina Mina ngichwane lenyoka eshe ngang' no mano baba mina (Ng'khumbul' uma no baba mina) Shuni wenkabi ay Min' ek'khuleni kwami ngakhula ngenabazali Uthando la mama nola baba mina angilazi Umfudumalo yekhaya eyentokozo ungay'phathi Yiko ngili chwane leNyoka ngafunda uk'phanta ngisemncane Hhayi ngoba ngangithanda kodwa nje ngang'phoqwa yisimo Mangithi ngiyacela kuthiwe ukuph' owakho uyihlo Ngangiyingane ngimncnane ngasheshe ngafund' impilo Ngangafuni ok'khulu nganga suthiswa ukudla uCilo Baba kwasek'phoqa ukuthi ngiphush' uShuni Wenkabi Ukuze ngival' indlala ngilale ngidlile kwakuyinkani Ngiy'khoth' amanxeba umlom' ugcwel' igazi engekho engiyokhala kuye Inyembezi zami ziwela phansi Mina ngichwane lenyoka eshe (ang'nabazali ngintandane) Mina ngiyinkabi edla yodwa (ang'nabazali ngintandane) (Ang'nabani ngintandane) Ngang' no ma no baba mina (ngang' no mano baba mina) Ng'khumbul' uma no baba mina (ngiyamkhumbul' uma no baba mina) Ngang' no ma no baba mina (ngang' no mano baba mina) Ng'khumbul' uma no baba mina (ngiyamkhumbul' uma no baba mina) Mina ngichwane lenyoka eshe ngang' no mano baba mina (Ngang' no mano baba mina) Ng'khumbul' uma no baba mina (ngiyamkhumbul' uma no baba mina) Shuni we Nkabi Ay ngiyasizwa isisho sithi isondo liyajika jika Aw kodwa eyami impilo ilokh' izphinda phinda Ay yebo ukwenza ak'fani khona ophila ngomshika shika Sengiyiscefe emphakathini sengaba inkiyankiya Ngumahlek' ebulawa uNogwaja bawudla neZinja Abanye inkinga azopheli abanye ziphelela ku beer Amanzi aphuzwa phansi inyoni noma zingandiza Shuni Wenkabi hamba nami kodwa ozondayo angajika Baba beng'fisa uk'thandaza, beng'fisa' uk'phaphatha Kodwa int' engiyaziyo ek'khuleni kwami ukuk'nxanxatha Lent' iyang'khathaza ayhluki nok'thakatha Idla nazo ziyay'hlaba iNkabi udodi iyawphalaza Akekho owang'fundisa akekho owang'khulisa Konke kwak' lele kimi mina akekho owang'fikisa Akekh' owangbusisa mang'khala mina akekho owang'thulisa Ngathwala igeja ngisemncane mina akekho owang' shubisa Mina ngichwane lenyoka eshe ang'nabazali ngintandane (Mina ngiNkabi edla yodwa ang'nabani ngintandane) (Ang'nabani ngintandane) Ngang' no mano baba mina (ngang' no mano baba mina) Ng'khumbul' uma no baba mina (ngiyamkhumbul' uma no baba mina) Ngang' no mano baba mina (ngang' no mano baba mina) Ng'khumbul' uma no baba mina (ngiyamkhumbul' uma no baba mina) Mina ngichwane lenyoka eshe ngang' no mano baba mina (Ngang' no mano baba mina) Ng'khumbul' uma no baba mina (ngiyamkhumbul' uma no baba mina) ey I Nkabi Nation bayay'zonda ababemi woh (Ngang' no mano baba mina ngiyamkhumbul' uma no baba mina) (I Nkabi Nation bayay'zonda ababemi woh) (Ngang' no mano baba mina ngiyamkhumbul' uma no baba mina)
Writer(s): Edward Gobizembe, Siyabonga Nene Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out