Songtexte

Ngifuna ilobola, noma sihlale ebackroom Bathi anginay' imali yelobola (bola, bola) Ngoba ngihamba nge corolla (rola, rola) Ngicel' ungithembis' ukuthi uzongithanda Noma sihlal' ebackroom Ngicel' ungithembis' ukuthi uzongithanda Noma shlal' ebackroom Bathi anginay' imali yelobolo (bola,bola) Ngoba ngihamba nge corolla (rola,rola) Ngicel' ungithembis' ukuthi uzongithanda Noma shlal'ebackroom Ngicel' ungithembis' ukuth' uzongithanda Noma shlal' ebackroom Awu abakhulum' abakhulume (khulume) Mina ngiz'khethele wena (ngizikhethele wena) Bathi ngiphanda kancane, awu min' angina plan Kodw' inhliziy' ayiphakelwa yona Mabakhulum' abakhulume (khulume) Mina ngiz'khethele wena (ngizikhethele wena) Bathi ngiphanda kancane, bathi mina angina plan Kodw' inhliziy' ayiphakelwa yona Bathi anginay' imali yelobola (bola,bola) Ngoba ngihamba nge corolla (rolla, rolla) Ngicel' ungithembis' ukuth' uzong'thanda Noma shlal' ebackroom Ngicel' ungithembis' ukuth' uzong'thanda Noma shlal' ebackroom Bathi anginay' imali yelobola (bola, bola) Ngoba ngihamba nge corolla (rola, rola) Ngicel' ungithembis' ukuth' uzong'thanda Noma shlal' ebackroom Ngicel' ungithembis' uzongithanda (yeh) Noma ngihlal' ebackroom (ungangishiyi blomer nawi, I swear sizoba sharp) Vele bang'biz' isrob lab, idog Zulu, istop sign Sika Nok'thula, into yok'lahla, isganga senkulumo Banikabi bathi ang'nay' ilokhunja And vele ngiskoprub esok'sul' inyembezi Vele ngistop sign, ngifun' uhamb' ungabheki Angiy' into yokulahlwa, ngiphandimal' esgangeni Vel' anginoyo that thing ngipheth' izintweziningi Ngibamb' isandla my love asingabanaki Asbal' imali sthandwa singabali abantu Nom' ingasidaka lengizoy'phush' izihambe Awu yimi nawe dali, lab' angibasabi Casha kimi ngicashe kuwe, siqashisiwe sinceng' ibhilidi Kodwa casha kimi ngicashe kuwe, bavuke sibaqashile Kodwa sidle Bathi anginay' imali yelobolo (bola,bola) Ngoba ngihamba nge corolla (rola, rola) corolla (Ngiphe wena ka left) Ngicel' ungithembis' ukuth' uzongithanda (ngiyakutshela ngizoba mnandi) (Noma singahlalaphi) ngicel' ungithembis' ukuth' uzongithanda (Vele bazokhuluma uyabo) bathi anginay' imali yelobola (bola bola) lobola (Ngoba ngizincengela ngeskorokoro sani) Ngoba ngihamba nge corolla (rola, rola) Kodwa leskorokoro masphethe wena hhayi ngiyakutshela (corolla) Ngithembis' uzongithanda, uma shlal' ebackroom (Noma singayaphi emhlabeni kuyafana) ngicel' ungithembis' uthi uzongithanda Noma sihlal' ebackroom (la kule backroom yethu) Cel' ungithembis' ukuthi uzong'thanda noma sihlale backroom Anginay' eyelobola
Writer(s): Jacob Kreider, Michael Goode Jr, David Peters Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out