Songtexte

Sala kutshelwa, mhlambe yimi Mhlampe ngiyobona ngomopho Ukukuthanda kwami ngathi kuzongiholela ekufeni Angisaboni noma konakala ngiwela eweni Ukukuthanda kwami ngathi kuzongiholela ekufeni Angisaboni noma konakala ngiwela eweni Ngisho abafwethu (mabengibonisa ngawe) Angibambeki, angikhuzeki Ngisho ekhaya mabengibonisa ngawe Angibambeki Ngangikulobole ngenhloso eyodwa Ngangithanda ukuma kwakho Ngangingazitsheli ukuthi koze Ngangikulobole ngenhloso eyodwa Ngangichazwa ukuma kwakho Ngangingazitsheli ukuthi koze kufike namhlanje Ngangikulobole ngenhloso eyodwa Ngangichazwa ukuma kwakho Ngangingazitsheli ukuthi koze kufike namhlanje Namhlanje ungumkami, ungumkami Ngangingazitsheli ukuthi koze kufike namhlanje Ngangikulobole ngenhloso eyodwa Ukukuthanda kwami ngathi kuzongiholela ekufeni Angisaboni noma konakala ngiwela eweni Ukukuthanda kwami ngathi kuzongiholela ekufeni Angisaboni noma konakala ngiwela eweni Ngisho abafwethu (mabengibonisa ngawe) Angibambeki, angikhuzeki Ngisho ekhaya mabengibonisa ngawe Angibambeki Yeyi, bengafun' ukuzwa lutho Beng'ngak'funga ukufa kom'ntu Beng'ngingaqhubi ukusuka kothuli Ng'yafunga, ngiyaghomela Makakuhluph' umuntu kulokhu Belingaqhuma ukhuni kumuntu Beng'ngacuphu umuntu Wami engim'thandayo, oh yeah Yena ulubambo, oh Ukukuthanda kwami ngathi kuzongiholela ekufeni Angisaboni noma konakala ngiwela eweni Ukukuthanda kwami ngathi kuzongiholela ekufeni Angisaboni noma konakala ngiwela eweni Ngisho abafwethu (mabengibonisa ngawe) Angibambeki, angikhuzeki Ngisho ekhaya mabengibonisa ngawe Angibambeki
Writer(s): Makhubo Sihle Jabulani, Vuyo Mnyike, Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out