album cover
Ngithwele
10.340
Afro-Pop
Ngithwele wurde am 26. Mai 2023 von Tammy Music Publishing als Teil des Albums Ngithwele - Single veröffentlicht
album cover
Veröffentlichungsdatum26. Mai 2023
LabelTammy Music Publishing
Melodizität
Akustizität
Valence
Tanzbarkeit
Energie
BPM

Musikvideo

Musikvideo

Songtexte

Ngithwele - Imacsoul
Written by Menzi Malusi Dlodlo
Hhey ngithwele
Ngithwele kanzima baba ngithwele mina,
Ngithwele
Ngithwele kanzima baba ngithwele mina,
Somandla ngicela ungivulele
Somandla ngicela ungivulele iminyango
(Inhlupheko ibukisa ngami)
Ngoba ngithwele
Ngithwele kanzima
Webaba Ngithwele mina,
Ngithwele
Ngithwele kanzima
Webaba Ngithwele mina,
Somandla ngiyethemba ulalele
Hhey uyangizwa,
Somandla ngicela ungivulele iminyango,
Hhey Uyazi empilweni bancane abathola lempilo abayifunayo,
Kunzima endleleni sivika abomndeni abafungayo,
Hhey ngisaphila ngokuhlanganisa
Impilo isabhala ngokuhlanganisa,
Noma ungamncane kanjani umehluko nkosiyam iwona oyongijabulisa,
Sengikhulekela ukuthi mangicula (ngicula)
Kuyingenele Enhlizweni yomuntu, (bengizwe)
Ngithi uma ngicula kuvuke lomuntu okumuntu,
Kengishaye ingoma kuvuke isthunywa
Ahleke usathane angimisele isthupha, (engivuma)
Ngithi uma ngicula kuvuke lomuntu okumuntu,
 
Ngoba ukuhlabelela kuyamelapha odabukileyo, (kuyamelapha)
Somandla ngihuba lelihubo bonke abalimele bathobe amanxeba,
Ngoba ukuhlablela
Kuyamelapha odabukileyo, (kuyamelapha)
Somandla ngihuba lelihubo bonke abalimele bathobe amanxeba,
Somandla ngiyethemba ulalele...
Hhey Uyangizwa,
Somandla ngicela ungivulele
Somandla ngicela ungivulele iminyango,
Somandla ngicela ungivulele
Somandla ngicela ungivulele iminyango
Ngoba ngithwele
Ngithwele kanzima
Webaba Ngithwele mina,
Ngithwele
Ngithwele kanzima
Webaba Ngithwele mina
(Sengikhathele ukuthwala kanzima mina)
Mkhulu womkhulu yandisa izibusiso zami
Ungixolele iziphambeko zami,
Ungavumi Inhlupheko yalana emhlabeni
Ibukise ngami,
Ung'vulele esinye isahluko sempilo yami
Ungiphe amandla ngivuse ikhaya
Mhlampe ngiyothola nokuthi ngijabule kancane
(Ngifane nabanye),
Ishabalalise inzondo enginayo
Ungiphe inhliziyo enomusa nothando,
Ungiph'isibindi ngamukele mukele mukele konke kofika ngesikhathi,
Hlenga lempilo yam mpilo yam mpilo yam
Ngigade kulezizitha engingazi
Uze ungiph'isibindi ngamukele mukele mukele konke kofika ngesikhathi esabekwa nguwe,
Ngeke ungethwese umthwalo ongaphekwamandla ami,
Ngeke kulonyaka uzoba mkhulu umehluko,
Ngeke ungethwese umthwalo ongaphekwamandla ami,
Ngeke kulonyaka uzoba mkhulu umehluko kimi.
Written by: Menzi Malusi Dlodlo
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...