Songtexte

Slala B Production Oh mama wami ngiyak'khumbula! Ngikhumbula uthi kimi Mtanami khula! Ube yindondada! Umhlaba uyahlaba! Umaz' umuntu Ungashintshi ngelinye lama-langa Yeh mina ngikhumbul' umama (umama owangizalayo) Owangibeletha (umama owangibeletha) Yeh mina ngikhumbul' umama! (Umama owangizalayo) Owangibeletha (umama owangibeletha) Mama! Mama ngiyak'khumbula (umama owangizalayo) Owangibeletha (umama owangibeletha) Mama! Mama ngiyak'khumbula (umama owangizalayo) Owangibeletha (umama owangibeletha) Oh mama wami inkumbulo izinikez' amandla Oh angikhoni nokucabanga Mangibhek' is'thombe sakho, kusuke kufike inyembezi emehlweni Ngikhumbl' imfundiso zakho (umama owangizalayo) Oh mama mawuthi mntanami umhlab' uyahlaba (umama owangibeletha) Ungajiki (umama) oh Ungashintshi (owangibeletha) Ngikhumbul' izimfundiso zakho (umama owangibeletha) Yeh mina ngikhumbul' umama (umama owangizalayo) Owangibeletha (umama owangibeletha) Yeh mina ngikhumbul' umama! (Umama owangizalayo) Owangibeletha (umama owangibeletha (Umama owangizalayo) owangibeletha (Umama owangibeletha) (Umama owangizalayo) owangibeletha (Umama owangibeletha)
Writer(s): Bongani Dadaza, Johan Sithebe Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out