album cover
Vuma
album cover
00:00
00:05
00:15
00:35
00:50
00:55
01:00
01:25
01:50
02:00
02:25
02:35
02:45
02:55
03:05
03:20
03:25
03:40
04:00
04:30
00:00
04:38
Letzte 7 Tage
Vuma wurde in der vergangenen Woche am häufigsten etwa 50 sekunden nach des Songs entdeckt

Songtexte

[Verse 1]
Sikhulume konke
Kodwa lutho uthando
Ngikhulume konke
Kodwa lutho uthando
Sengikhulume konke
Kodwa lutho uthando
Kodwa lutho uthando
Kodwa lutho uthando
Kodwa lutho uthando
Kodwa lutho uthando
Sengikhulume konke
Kodwa lutho uthando
[Verse 2]
We ntombi ushelwa kanjani?
We ntombi ushelwa kanjani?
We ntombi ushelwa kanjani?
We ntombi ushelwa kanjani?
We ntombi ushelwa kanjani?
We ntombi ushelwa kanjani?
Qoma
Vuma
[Verse 3]
Izolo bengilana
Uthembisile wathi uzovumelana nami
Izolo bengilana
Uthembisile wathi uzovumelana nami
We ntombi ushelwa kanjani?
We ntombi ushelwa kanjani?
[Verse 4]
Angazi ngithini kuwe?
Awuqome phela nakhu ngiphelela endleleni
Angazi ngithini kuwe?
Awuqome phela nakhu ngiphelela endleleni
Angazi ngithini kuwe?
Awuqome phela nakhu ngiphelela endleleni
[Verse 5]
Ngashela kwaphela amagama
Kulokhu ungishaya ngethembisa
Ngashela kwaphela amagama
Kulokhu ungishaya ngethembisa
[Verse 6]
Awuvume ntombi (Vuma)
Awuvume (Dali uyangivumela)
Awuvume ntombi (Vuma)
Awuvume (Dali uyangivumela)
Awuvume ntombi (Vuma)
Awuvume (Dali uyangivumela)
Vuma ntombi (Vuma)
Awuvume
Dali uyangivumela
[Bridge]
Angazi ngithini kuwe?
Awuqome phela nakhu ngiphelela endleleni
[Verse 7]
Ngise ngasho ngokuthi
Ekhaya kukhona amalomlomo
Ngise ngasho ngokuthi
Ekhaya kukhona amalomlomo
[Verse 8]
Lomlomo onqaba ngawo namhlanje
Yiwo osewuvuma ngawo
Lomlomo onqaba ngawo namhlanje
Yiwo osewuvuma ngawo
[Verse 9]
Awuqome ntombi
Awuqome ntombi
We ntombi ushelwa kanjani?
We ntombi ushelwa kanjani?
Qoma
Vuma
Qoma
Vuma
[Verse 10]
Izolo bengilana
Uthembisile wathi uzovumelana nami
Izolo bengilana
Uthembisile wathi uzovumelana nami
Qoma
Vuma
[Verse 11]
E-Nquthu kushelwa kanjani?
E-Msinga kushelwa kanjani?
E-Nkandla kushelwa kanjani?
E-Mandaba kunjani?
Bergville kushelwa kanjani?
E-Scourt kushelwa kanjani?
E-Newcastle
EGoli kushelwa kanjani?
Bergville kushelwa kanjani?
Kanti nishela kanjani?
Ngiyazi eMnambithi
Written by: Menzi Mabizela

Loading...