album cover
Ngafa
2.128
Afro-Pop
Ngafa wurde am 28. April 2015 von Velo Studio Projects als Teil des Albums veröffentlichtAfrican Dusk
album cover
Veröffentlichungsdatum28. April 2015
LabelVelo Studio Projects
Melodizität
Akustizität
Valence
Tanzbarkeit
Energie
BPM86

Credits

PERFORMING ARTISTS
Afri Afro
Afri Afro
Performer
Zoo Loo
Zoo Loo
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Shwi no Mtekhala
Shwi no Mtekhala
Songwriter

Songtexte

Ngafa ngafel' ubala
Ngafa ngafel' ubala
Whoah yingabe yini
Ngafa ngafel' ubala
Ngafa ngafel' ubala
Whoah yingabe yini
Bayangitshela laph' engihamba khona
Bathi kimi (Izintombi zami)
Ngafa ngafel' ubala
Ngafa ngafel' ubala
Whoah yingabe yini
Ngafa ngafel' ubala
Ngafa ngafel' ubala
Whoah yingabe yini
Bayangitshela laph' engihamba khona
Bathi kimi (Izintombi zami)
Uma ngingen' esibhedlele, mina
Ngiyofun' usizo lwempilo yam
Bafike bathi hamba baba awunalutho
Uma ngingen' emthola mpilo, mina
Ngiyofun' usizo ngempilo yam
Bafike bethi hamba baba awunalutho
Awu ngomoya wami
Awu ngempilo yami
Awungitshele Nobuhle wami
Wena ngathandana nawe
Wangibhanqa nabangaki awungitshele (Babebabili)
Awungitshele Nomusa wami
Wena ngathandana nawe
Wangibhanqa nabangaki na
Ngithi awungitshele (Babebathathu)
Kwakungamele ukuthi ningibhanqe nabantu abaningi
Ngoba nani niyazi kulomhlaba kunezifo
Kwakumele nithande mina ngedwa, fo
Kwakungamele ukuthi ningibhanqe nabantu abaningi
Ngoba nani niyazi kulomhlaba kunezifo
Kwakumele nithande mina ngedwa, ngedwa
Awungitshele Sindisiwe wami
Wena ngoba ngihlala nawe endlini
Bangaki na ongibhanqe nabo
Dali wami ngicel' ukhulum' iqiniso kuwe, dali
Dali wami ngicel' ukhulum' iqiniso kuwe, dali
Baningi, ngeke, ngeke ngibaqede
Baningi, ngeke, ngeke ngibaqede
Dali wami ngicel' ukhulum iqiniso kuwe, dali
Aww yimihlola yami, yimihlola yami yini le, wena Sindisiwe
Wangibulala Nobuhle wami kanti unjani
Ngikuthembe kangaka
Wangibulala sthandwa
Kanti unesandla ekudleni kwam
Wangibulala Nomusa wami kanti unjani
Wangibulala sthandwa
Aww yimihlola yami, yimihlola yami yini le, wena Sindisiwe
Wangibulala Sindi wami kanti unjani
Ngikuthembe kangaka
Wangibulala sthandwa
Nesandla
Dali wami ngicel' ukhulum iqiniso kuwe dali
Dali wami ngicel' ukhulum iqiniso kuwe dali
Baningi, ngeke, ngeke ngibaqede
Baningi, ngeke, ngeke ngibaqede
Dali wami ngicel' ukhulum iqiniso kuwe dali
(Wayengcono kabi uZinhle)
Wangibulala Nobuhle wami kanti unjani
Written by: Shwi no Mtekhala
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...