Στίχοι

Woh ngangingena nkinga Ngangingena nkinga no Ngizwe Mchunu Umkhaya wami ngasuke ngamval' umlomo Mina ngangingena nkinga Ngangingena nkinga no Ngizwe Mchunu Umkhaya wami saba ngamandla nothuli (imali iyaxabanisa) Ngithi ngangingena nkinga Ngangingena nkinga no Ngizwe Mchunu Umkhaya wami ngasuke ngamval' umlomo (imali iyaxabanisa) Ngangingena nkinga Ngangingena nkinga no nomzala wami is'hlobo sami Wabolek' imali (imali iyaxabanisa) Mina ngangingena nkinga Ngangingena nkinga no nomzala wami is'hlobo sami Wabolek' imali (imali iyaxabanisa) Ey imali iyon'xabanisa (imali iyaxabanisa) Ey imali iyon'xabanisa (imali iyaxabanisa) Sengish' udumo liyon'xabanisa (udumo luyon'xabanisa) Mina ngangingena nkinga Ngangingena nkinga no Ngizwe Mchunu Umkhaya wami ngasuke ngamval' umlomo (imali iyaxabanisa) (Ngangingena nkinga no Ngizwe Mchunu umkhaya wami) Ngasuke ngamval' umlomo (imali iyaxabanisa) Yeyi udumo liyon'xabanisa (udumo luyon'xabanisa) Yeyi udumo liyon'xabanisa (udumo luyon'xabanisa) Yeyi imali iyon'xabanisa (imali iyon'xabanisa) Mina ngangingena nkinga Ngangingena nkinga no Ngizwe Mchunu Umkhaya wami saba ngamandla nothuli (imali iyaxabanisa) Oh babefun' ukudla amandl' ami (Bafun' ukudl' amandla ngizabalaze kwabanzima) Oh babefun' ukudla amandl' ami (Bafun' ukudl' amandla sebethi umculo ngiw'thole la) Oh babefun' ukudla amandl' ami (Bafun' ukudl' amandlami ngizabalaze kwabanzima) Oh babefun' ukudla amandl' ami (Bafun' ukudl' amandla sebethi umculo ngiw'thole la) Babefun' ukudla amandl' ami (Babefun' ukudl' amandla ngizabalaze kwabanzima) Babefun' ukudla amandl' ami (Bafun' ukudl' amandla sebethi umculo ngiw'thole la) Ngambamb' esefun' ukudl' amandl' ami (Bafun' ukudl' amandla sebethi umculo ngiw'thole la) Ngamabamb' ngambamb' esefun' ukudl' amandl' ami (Bafun' ukudl' amandla sebethi umculo ngiw'thole la) Wayefun' ukudl' amandl' ami ngizabalaze kwabanzima Lomfan' wayefun' ukudl' amandl' ami Usethi umculo ngiw'thole la Wayefun' ukudl' amandl' ami Hhey ngizabalaze kwabanzima Lomfan' wayefun' ukudl' amandl' ami Wayefun' ukudl' amandl' usethi umculo ngiw'thole la Ngambamba ngambamba esefun' ukudla amandl ami Ngambamba ngambamba esefun' ukudla amandl ami
Writer(s): Nkosikhona Innocent Mpungose Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out