Συντελεστές

PERFORMING ARTISTS
Sandile Myeni
Sandile Myeni
Vocals
Andile Ngubeni
Andile Ngubeni
Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Sandile Myeni
Sandile Myeni
Songwriter
Andile Ngubeni
Andile Ngubeni
Songwriter
Justin De Vries
Justin De Vries
Songwriter
Stefan Schonewille
Stefan Schonewille
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
Pacific
Pacific
Producer

Στίχοι

Cut from a different cloth ngangithi intoyethu i-Quality
Masindawonye izinto zihamba ngolayini
Kanti ngiqhathe nenkilayitheka into enehnhlizyo ewu-ice
You said you'd love me till the wheels fall off kanti uqamba amanga
Kanti qamba amanga Kanti uqamba amanga kanti uqamba amanga Bastard
Kanti uqamba amanga kanti uqamba amanga kanti uqamba amanga kanti uqamba amanga
Love is blind kusho amangisi athi aluboni evuma amabhinca
Lufuna amaqhinga in laymen terms livuna abathile
Wangibhanqa nothekwane ungisukela ngawuSomnandi unumber 4
Ungqephu ayiconsi itshuza uthukela mthetho wakho uyixoki ngisize ungiphumele
Ngisize ungiphumele xoki ndini
Ey qola ndini wathi osenhliziyweni yakho yimi kanti inhloso yokuba nami iBusiness
Kshuthi inhliziyo yakho khona emthanda okwangempela
Ungaphiki ngibona ngezenzo ziyangitshela
Entlek phuma uphele yonke lento yakho iyangicika
Lelisoka lakho ilona ke manje elihamba lipikla
Ugobe unsimbi kayigobi delilah wayigxoba inhliziyo yami wayibhodloza
Ngayiwola ilele ngophondo umlomo uthe khexekhexe ingebhe engiyifumbethe imbeswe
Ilento esikhungethe amajita , ephendula amajongo izinja
UzoCatch uzodela la kimi , Ntombi uzodela la kimi bazophela abaningi
Utshani obulele buvuswa ngomlilo swayini
Bloody swayini awukhuzeki manje udla ngamapayipi
Amaphikankani afela enkanini
Afele enkanini afele enkanini Kodwa Deliliah
Ngangithi ubona ikusasa kanti uzibonela imayini I played myself kuPremier league yaseMali
Ngathenga indida ngithi izinto zihamba ngolayini
wathi ukufa kuyodala ukuba sihlukane kanti you are cut from a diffrent cloth
Ngangithi intoyethu iQuality
Masindawonye izinto zihamba ngolayini
Kanti ngiqhathe nenkilayitheka into enehnhlizyo ewu-ice
You said you'd love me till the wheels fall off kanti uqamba amanga
Kanti qamba amanga Kanti uqamba amanga kanti uqamba amanga Bastard
Kanti uqamba amanga kanti uqamba amanga kanti uqamba amanga kanti uqamba amanga
Written by: Andile Ngubeni, Justin De Vries, Sandile Myeni, Stefan Schonewille
instagramSharePathic_arrow_out

Loading...