Lyrics
[Intro]
Ooh yeah
Ooh yeah
[Verse 1]
K'thiw'umama uyakhala ekhaya
Uthi "Mtanami ngicela uganwe"
Ngamtshel'uthando lwamanje selihlukile manje l'gcwele udlame
Wathi "Ngiyaz' akukholula wemtanami kodwa ngicel'uzame"
"Nawe uyabon'ukuthi ilanga liyak'shonela manje, luth' iyingane"
[Verse 2]
Kuyoze kube nini ubaleka, kuyoba nini ubayeka?
Amantombazane ayefana
Nalona omusha uyokuxaka
Kuyoba nini ubaleka, kuyoba nini ubayeka?
Yeka ukushela uy'emsamu
Awazi umfazi uyacelwa?
[Verse 3]
Kuyoze kube nini ubaleka, kuyoba nini ubayeka?
Amantombazane ayefana
Nalona omusha uyokuxaka
Kuyoba nini ubaleka, kuyoba nini ubayeka?
Yeka ukushela uy'emsamu
Awazi umfazi uyacelwa?
[Verse 4]
Mama nami ngiyafisa ukugcagcwela ng'fane nezinye insizwa nami
Nawe mama uy'qhenye ngami
Okwahlula ubaba ukubone ngami
Sengilimale kakhulu othandweni ah
Inhliziyo yami iyopha ma
Mama yizo lezi iyizathu zami
Mama uzongixolela ngalenqumo zami
[Verse 5]
Ngiyazi bayakpiklela bathi
Gabi, Gabi
Gabi, Gabi
Wemfazi ongazalanga
[Verse 6]
Uyothi wabonani?
Bathi Gabi, Gabi
Gabi, Gabi
Wemfazi ongazalanga
Uyothi wabonani?
Mhla ziwushaya emabaleni akwami
[Verse 7]
K'thiw'umama uyakhala ekhaya
Uthi "Mtanami ngicela uganwe"
Ngamtshel' uthando lwamanje selihlukile manje l'gcwele udlame
Wathi "Ngiyaz' akukholula wemtanami kodwa ngicel'uzame"
"Nawe uyabon'ukuthi ilanga liyak'shonela manje, luth' iyingane"
[Verse 8]
Kuyoze kube nini ubaleka, kuyoba nini ubayeka?
Amantombazane ayefana
Nalona omusha uyok'xaka
Kuyoba nini ubaleka, kuyoba nini ubayeka?
Amantombazane ayefana
Nalona omusha uyok'xaka
[Verse 9]
Kuyoba nini ubaleka, kuyoba nini ubayeka?
Yeka ukushela uy'emsamu
Awazi umfazi uyacelwa?
Kuyoze kube nini ubaleka, kuyoba nini ubayeka?
Amantombazane ayefana
Nalona omusha uyok'xaka
[Outro]
Kuyafana
Nalona omusha uyok'xaka
Amantombazane ayefana
Baleka
Baleka
Kuyafana
Xaka
Baleka
Baleka
Awazi umfazi uyacelwa?
Written by: Jabulani Makhubo, Joe Maurice Mawson, Karum Nesta Cooper