Vídeo musical
Vídeo musical
Créditos
PERFORMING ARTISTS
Lucky Dube
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Lucky Dube
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
Richard Siluma
Producer
Letras
Namhla inhliziyo yami ibuhlungu
Wema, ngokuziphatha kwami kuwena
Namhla inhliziyo yami ibuhlungu
Wema, ngokuziphatha kwami kuwena
Ngangisemncane (ngangisemncane)
Angiyilalela imithetho yakho wema
Khona manje ngiyehluleka (ukulalela)
Yingakho ngithi ngixolele
Yebo ngiyazi ukuthi
Ubunezifiso ngami
Zonke lezo zifiso
Bezilungela mina
Enkathi ngisemncane (ngangisemncane)
Angilalela imithetho yakho wemama
Kodwa manje ngiyehluleka (ukulalela)
Yingakho ngithi ngixolele
Noma bantu bengathini ngathi wema
Kodwa mina ngihlale ngikukhumbula
Njalo nje
Enkathi ngisemncane (ngangisemncane)
Angilalela imithetho yakho wema
Kodwa manje ngiyehluleka (ukulalela)
Yingakho ngithi ngixolele
Written by: Lucky Dube


